Abameli bomculi odumile wasethekwini uMthokozisi Khathi odume ngelikaDJ Tira usebhalele intokazi engumculi osafufusa uLuke Ntombela incwadi emphoqa ukuthi axolise ngezinsolo azenze emsakazweni nakuFacebook ezibhekise kulomculi. Funda nalapha: UNtombela, ngeviki eledlule ubhale ekhasini…
IMINDENI YABAVALELEKA EMAYINI ITHI AYENEME NGOKUVULWA KABUSHA KWEMAYINI
Imindeni yabavukuzi abathathu izidumbu zabo zisavaleleke ngaphansi emayini yaseLily ngaseBarberton, eMpumalanga, izwakalise ukungenami ngesiphakamiso sokunikeza abanikazi bangaphambili ilayisensi yokuqalisa kabusha ukusebenza. IVantage Goldfields bekungabanikazi bemayini ngesikhathi ingxenye yayo iwa eminyakeni eyisishiyagalombili edlule,…
SENYUKELE KWABANGU-24 ISIBALO SABASHONE ENHLEKELELENI YASEWESTERN CAPE
Isibalo sabashonile enhlekeleleni yokuwa kwebhilidi laseGeorge eWestern Cape sesinyukele ku-24. Bangu-28 abantu abangaziwa ukuthi bashonephi, kanti abangu-13 basasesibhedlela. Namuhla kuqeda isonto selokhu kwabhidlika lesi sakhiwo. Izikhulu zeGarden Route District Joint Operations Centre…
UHULUMENI NEZINHLELO ZOKUTHUTHUKISA ABESIFAZANE E-KZN
Namuhla uNdunankulu waKwaZulu-Natal uNkk Nomusa Dube-Ncube uhambele endaweni yase Forderville Hall eEstcourt ukuyobungaza usuku lomama. OkaNcube uthi lolusuku akulona nje elenjabulo nokubonga kuphela kodwa futhi lithuba lokucabanga ngezinselelo abesifazane ababhekene nazo esifundazweni…
KUBOSHWE ISIKHULU SE-RICHARDS BAY UNITED NGECALA LOKUTHOLAKALA NEMOTO EYEBIWE
Umqeqeshi weqembu leKwaZulu Natal eligijima ku-Dstv Premiership, iRichards Bay FC, uchithe amahora ambalwa evalelwe ejele nonogada bakhe ngemuva kokuboshwa bethweswa icala lokutholakala nemoto yokwebiwa. USIHLALO weqembu uJomo Biyela ucishe waphuthelwa wumdlalo weqembu…
IPIRATES ILAHLE AMAPHUZU AMQOKA IHLULWA YIRICHARDS BAY FC
Abafikanga bagalelekile Abafana be Richards Bay izolo kusihlwa Orlando Stadium ngenkathi bebhekene ne Orlando Pirates Kumdlalo we Dstv-premiership obukade udlalwa izolo kusihlwa. Pirates ibithwelwe ngeqoma lokuthi izozinqobela kalula Kulomdlalo ngenxa yesimo ekusona…
BEZIDLANA IMILALA NAMUHLA KWI-NKANDLA MAY
Namuhla kuhlangane izinjomane emjahweni wamahhasi waminyaka yonke oqale ngehoqa lesishiyagalolunye ekuseni namuhla oNgwengweni eNkandla. Lomjaho owaziwa ngeNkandla May kulonyaka bekubekwe imali engu R250 000 wemiklomelo emjahweni elishumi. Ihhashi elishaye intambo emjahweni omkhulu…
USASHAQEKIKE UMNDENI NGOKUDUTSHULWA KOMTWANA ONA-5
Umndeni wakwaPhalane eSoshanguve uthi usashaqekile emva kokudutshulwa kubulawe umfanyana oneminyaka emihlanu namuhlanje ekuseni. Ngokwesitatimende esikhishwe ngabomndeni umtwana ubehamba noyise uDeteboho Phalane ngeToyota Hilux eSoshanguve block UU ngenkathi bedunwa imoto yizigebengu ezingaziwa zabe…
KUDUNWE ILOLI EBELITHWELE AMATEKU AVELA PHESHEYA KWEZILWANDLE
Iloli ebeligcwele amateki egama enani elilinganiselwa kuR7 million ebelisuka echwebeni lase Richardsbay liduniwe kwathathwa wonke amateku lasala lingenalutho. Ikhontena ibisuka phesheya kwezilwandle ngomkhumbi ifikele eRichardsbay nalapho ibizothuthwake ngaleliloli iyiswa esitolo thizeni eGoli…
KUSHONE ABANTU ABANE KUWA UPHAHLWA LWESITOLO
Sekushone abane kuwa uphahla lesitolo esifundazweni i-Eastern Cape endaweni yaseNgcobo namuhla. Abezimo eziphuthumayo baphuthume esigamekhweni babika ukuthi bane abashonile kwalimala kanzima abalishumi nantathu baphuthunyiswa esibhedlela. Lokhu kwenzeka nje zinhlanu izinsuku kuwe uphahla…
KUXWAYISWA NGOMKHUHLANE ODLA LUBI EBANTWANENI KULELI
Ukuqubuka kwegciwane le-respiratory syncytial virus (RSV), elisabalala ikakhulukazi ezinganeni, sekufike kuvuthondaba, ngokusho kochwepheshe bezempilo. Osokhemisi bakuleli baqinisekise ukwenyuka okukhulu kwezinga lokutheleleka phakathi kwezingane ezingenwe umkhuhlane, ikakhulukazi i-RSV. I-RSV ingenye yezifo ezivame kakhulu…
UNGQONGQOSHE USECELE ABAZALI BANGENELELE EKUZIBULALENI KWABANTWANA BESIKOLE
UNGQONGQOSHE wezeMfundo eyisiSekelo, uNkk Angie Motshekga, usenxuse abazali nezinhlangano ezizimele ukuthi basebenzisane nothisha ukuze kuliwe nokunyuka kwezibalo zokushona kwabafundi. Ungqongqoshe, ehambisana noNgqongqoshe wezeMfundo eGauteng, uMatome Chiloane, ubekhuluma nabafundi basesikoleni semfundo ephakeme e-Ivory…