UNgqongqoshe wezokubusa nokubambisana nezomdabu kwaZulu-Natal uNkk Bongi Sithole-Mloi ekhuluma nabebezophelezela amalunga omndeni wakwa Msimanga eMnambithi izolo ubonge kakhulu igalelo lalomsakazo INqubekofm ukuqinisekisa ukuthi wazisa umphakazi uphinde wazise bona njenjemnyango kahulumeni ngakho konke…
Category: Izindaba Zomphakathi
ZIPHELILE IZINDAWO ZOKUNGCWABA ENDUMENI
Umphakathi waseNdumeni ngaphansi kwesiFunda uMzinyathi usuphelelwe izindawo zokungcwaba ngenxa yokushona ubuthaphuthaphu kwabantu. Abantu base Sithembile eGlencoe nase Sibongile eDundee yibo abasenkingeni yokuphelelwa zindawo zokungcwaba izihlobo zabo, lokhu kuvele esithangamini sabezindaba sangeSonto lapho…
SEKUDLULE ABABILI ABANYE BALIMALA KABI BESHAWA UMPHEZULU EBERGVILLE
Imvula enamandla ehambisana nokuduma nemibani isihlasele endaweni yaseLangkloof eBergville yadlula nemiphefumulo ntambama nje. Kubikwa ukuthi ukuduma kwezulu nemibani okubekhona kufice abasebenzi baseplazini elaziwa ngukuthi kukaThabo besebenza lashaya labulala ababili abangadaluliwe kwathi abanye…
IZOTHOLA USIZO KUHULUMENI IMINDENI EKHAHLAMEZWE YIZIKHUKHULA EMNAMBITHI
Uhulumeni waKwaZulu-Natal usumemezele izinhlelo zokusabalalisa izinsiza emindenini ekhahlanyezwe yisimo sezulu esingesihle ngobusuku obandulela uNcibijane. Kushone abantu abathathu okuhlanganisa nengane eneminyaka eyisikhombisa eMgungundlovu naseMandini kulandela izimvula ezinamandla ezihlasele izingxenye zesifundazwe ngeSonto. Lokhu kuza…
BATITINYWE WUMPHAKATHI ABASOLWA NGOKWEBA IZIMBUZI NGETEKISI EMNAMBITHI
Abanjwe umphakathi endaweni yasePitas amadoda amabili asolakala ngokweba izimbuzi nezimvu maqede azilayishe ekhumbini njengabagibeli. Lamadoda okusolakala ukuthi abeseziqedile izimbuzi zabantu ezindaweni ezakhele idolobha umnambithi. Isikhalo bese sisiningi ngalamasela ezindaweni ezifana naseTsakane, Ezakheni…
KUZOPHENYWA ABASENDUMENI NGEZIQU ZEMISEBENZI ABAYENZAYO
Imeya kamaspala iNdumeni uKhansela Siyabonga Ndlovu usekuqinisekisile ukuthi kuzoba nophenyo kubasebenzi bomkhandlu uma kuqala unyaka ozayo. Lokhu kuza emva kwamahlebezi abethi lomkhandlu uhlele ukuphenya abasebenzi ukuthi iziqu abanazo ziyahambisana yini nemisebenzi abayenzayo…
BASHAYE AMATHINI NGOMNYAMA EMBULWANE
Bawuhlukanise ngobumnyama unyaka abantu baseMbulwane naseTsakane emva kokuhamba kukagesi isikhathi eside kulezi zindawo ezingamalokishi asondelene nedolobha uMnambithi. Kusukela ngesonto kusihlwa umphakathi wase Mbulwane, Tsakane Kanye ne Steadville ulale ungasenawo ugesi kulezi ndawo…
SELUQALILE UJENGA LWABANTU KWEZOKUCIMA UKOMA KULELI
Sebeqalile ukubonakala bephuma bengena ezitolo zokucima ukoma abathandi bobumnandi bakuleli njengoba belungiselela imigubho yokuqala konyaka omusha. Mhlawumbe usuku lwangomhla ka31 kuZibandlela yilona suku olubungazwa kakhulu kuleli ngisho ukwedlula usuku lukaKhisimuzi imbala. njalo…
UNQUME UKUZILUNGISELA WONA UMGWAQO OSUNEMINYAKA UNGALUNGISWA UMPHAKATHI WASEBERGVILLE
IBergville ingenye yezindawo zasemakhaya lapho intuthuko igqoza khona kangangokuba abantu bakhona baze bazijwaze ukuphila ngaphansi kwezimo yize zingagculisi. Sekuphele cishe iminyaka esikhombisa umphakathi wase Rookdale enkomfeni unenkinga yomgwaqo , izakhamuzi zithi zihlezi…
UNGQONGQOSHE SITHOLE-MOLOI UCHITHE AMAHOLIDI NABANTWANA BASENQUTHU
Ungqongqoshe wezokubusa ngokubambisa kanjalo nobuholi bomdabu KwaZulu-Natal u uNkk Bongiwe Sithole Moloi uchithe isikhathi nabantwana baseNquthu eZicole. Uhlelo lokhisimusi wabantwana lwaqala ngonyaka ka 2013 lomcimbi waqala unabantwana bamakhelwane bakhe ungqongqoshe. Njengamanje lomcimbi…
KUZOBIZA U 3 MILLION UKULUNGISA INKUNDLA YEZEMIDLALO EGLENCOE
Kube nenjabulo kubathandi bezemidlalo beseGlencoe eSithembile namuhla emini umaspala wase Ndumeni uthula uhlelo lokulungiswa kwenkundla yezemidlalo yase Sithembile. Umeya kamaspala wase Ndumeni ukhansela Siyabonga Ndlovu kanye nobuholi bomkhandlu wase Ndumeni bathule usonkontileka…
KUXWAYISWA ABAKULELI NGOKUJOYINA IZITOKUFELA ABANGAZAZI ZIQALEPHI
USIHLALO weNational Stokvel Association of South Africa (NASASA), uMnuz Andrew Lukhele, ugqugquzele umphakathi ukuthi wenze uphenyo olunzulu ngaphambi kokujoyina izitokofela. Ukuphawula kwakhe kuqhamuke ngemuva kophenyo olwenziwa yiFinancial Sector Conduct Authority mayelana ne-United…