UNational Police Commissioner, uFannie Masemola, uveze ukuthi amaphoyisa angaphezu kuka-2,000 axoshiwe emsebenzini eminyakeni emihlanu edlule ngenxa yokuziphatha okungafanele. UMasemola uveze lokhu kulandela ukuboshwa kwamaphoyisa ayi-11 ngamacala ahlobene nenkohlakalo eKwaZulu-Natal. Ayisikhombisa kulawa maphoyisa…
Category: Izindaba Zikazwelonke
KUZONGENELELA UNGQONGQOSHE KAZWELONKE KOLOKUDLA KWEZINGANE
UNgqongqoshe weMfundo eyisiSekelo, uNksz Siviwe Gwarube, uzibophezele ekulungiseni izinkinga nokuqeda inkohlakalo ohlelweni lokuphakelwa kwabafundi ezikoleni zaseKwaZulu-Natal (KZN). Lokhu kulandela izikhalazo eziphathelene nokungakhokhelwa ngesikhathi kwabahambisa ukudla ezikoleni. UNksz Gwarube uchaze ukuthi wathatha isinqumo…
ANGIFUNE MUNTU OKULELI NGOKUNGEMTHETHO OZOQHASHWA E-KZN – NTULI
Undunankulu waKwaZulu-Natal, uMnuz Thami Ntuli, uthe akafuni ukuphinde abone abasebenzi bangaphandle abangenamaphepha basebenza emafemini aKwaSithebe, eMandeni. Lokhu ukusho ngesikhathi evakashele amafemu kule ndawo ngoLwesihlanu, ehamba namaphoyisa noMnyango weziSebenzi noMnyango wezaseKhaya. Ekhuluma nezisebenzi…
UPHENYO NGETHENDA KA R898 MILLION EYANIKEZWA INKAMPANI YASE-FRANCE
I-Automobile Association (AA) isizwakalise ukweseka uphenyo ngokuqokwa kwenkampani yezobuchwepheshe yaseFrance i-IDEMIA ngokukhiqiza amakhadi ezincwadi zokushayela zesimanjemanje. Lokhu kulandela isicelo sikaNgqongqoshe wezokuThutha uBarbara Creecy sokuthi uMcwaningi Mabhuku Jikelele aphenye ngethenda ka-R898 million eyanikezwa…
UNTULI UZOSUNGULA ITHIMBA ELIZOBHEKA NGQO NABANGENA KULELI NGOKUNGEMTHETHO
UNDUNANKULU waseKZN, uThami Ntuli, usememezele izinhlelo zokusungula ithimba elizobhekana nenkinga yabantu bangaphandle abangenazo izincwadi kanye nokuthotshelwa kwemithetho yamabhizinisi esifundazweni. Lokhu kulandela uchungechunge lwezigameko zokugasela kwamaphoyisa kosomabhizinisi eMandeni, enyakatho yeTheku, lapho kuboshwe khona…
KUKHUTHAZWA ABALIMI UKUTHI BATHATHE UMSHWALENSE WEZITSHALO ZABO
Abalimi bakhuthazwa ukuthi bathathe imshwalense wezitshalo ukuze bazivikele ezingozini ezandayo kwezolimo, njengesomiso, izikhukhula, isichotho, isithwathwa nemililo yequbula. Njengoba umkhakha wezolimo ufaka imali elinganiselwa kumabhiliyoni angama-R400 ku-Gross Domestic Product (GDP) yaseNingizimu Afrika futhi…
KUSHODA IMITHI YOKUHLELA UMNDENI EMTHOLAMPILO YAKULELI
Ucwaningo olwenziwe yi-Stop Stockouts Project (SSP) lubonisa ukuthi izinsiza zokuhlela umndeni ziyashelela ezikhungweni zezempilo eNingizimu Afrika. Lolu cwaningo lwenziwe ngokubambisana nezinhlangano ezihlanganisa i-Doctors Without Borders, i-Rural Doctors Association of SA, i-Rural Health…
KUZOKWAKHIWA ESINYE ISIGODLO SESILO EBALLITO
UNDUNANKULU kaZulu uMfundisi Thulasizwe Buthelezi usememezele izinhlelo zokwakha isigodlo esisha seNkosi uMisuzulu KaZwelithini eBallito ngaphansi kukamasipala wesifunda iLembe. Lesi simemezelo senziwe ngesikhathi kunomcimbi kahulumeni eDokodweni, enyakatho yeKwaZulu-Natal, ngoLwesihlanu. Lesi sigodlo sihlose ukuhlonipha…
KUZOSUNGULWA ITHIMBA ELIZOBHEKANA NEZIDINGO ZEMPILO YENGQONDO YAMAPHOYISA
UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa uMnuz Senzo Mchunu uthi uzosungula ithimba elizobhekana nezidingo zempilo yengqondo emaphoyiseni. Ubekhuluma emcimbini wokuhlonipha izikhulu ezishone zisemsebenzini. Okungenani amalungu angama-39 abulewe phakathi kukaMashi 2023 no-Ephreli 2024. UMchunu uthi kunemizamo eyenziwayo…
UPICK ‘N PAY UZOVALA INQWABA YEZITOLO KULELI
UPick n Pay, okungezinye zezitolo eziyiketanga ezinkulu eNingizimu Afrika, usuqalile ukuvala izitolo njengengxenye yesu lokuvala noma ukukhiqiza kabusha izitolo eziyi-100. Lesi sinyathelo silandela isitatimende sokuhweba esiveza ukukhula okuncane nezinselelo ezibalulekile ezinyangeni ezinhlanu…
UCOLLEEN MAKHUBELE UTHI UZIZWA ESEKHAYA EMVA KOKUJOYINA IQEMBU LE-MK
Ngemuva kokuba yilungu lamaqembu amathathu ezepolitiki esikhathini esingaphansi konyaka, uColleen Makhubele uthe usethole ikhaya eqenjini loMkhonto weSizwe (MK). Lowo owayeyilungu leCongress of the People (COPE) kanye neSouth African Rainbow Alliance (SARA) umemezele…
UMCHUNU UQUZE ABAGXEKA AMAPHOYISA ADUBULA IZIGILAMKHUBA EZIWABEKA ENGOZINI
UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa uMnuz Senzo Mchunu usenxuse labo abagxeka amaphoyisa ngokubulala izigebengu ezihlome ngezikhali ukuthi bayeke amaphoyisa enze umsebenzi wabo. Amaphoyisa aseNingizimu Afrika (SAPS) asolwa yizinhlangano ezilwela amalungelo abantu ngokusebenzisa isandla sensimbi uma…