I-Tupperware Brands, umkhiqizi owaziwayo wezikhafutini zokugcina ukudla, ufake isicelo sokuvikelwa kokuqothuka kweSahluko 11. Le nkampani ibhekane nokwehla kokuthengiswa eminyakeni yakamuva futhi yaxwayisa ngonyaka odlule ukuthi isimo sayo sezimali sibucayi. Isikhulu esiphezulu uLaurie…
Category: Izindaba Zikazwelonke
KUBOSHWE ABASEBENZI ABAGWAZISA NGEZINCWADI ZOKUSHAYELA- EMPUMALANGA
Abe Road Traffic Management Corporation (RTMC) bathi sekuboshwe omunye umsebenzi wesikhungo sokwenza izincwadi zokushayela eMpumalanga. Lomsebenzi uboshwe ngezinsolo zokugwazisa abantu ukuze bathole izincwadi kulesiya sifundazwe. Izolo, amaHawks abophe abantu alishumi nantathu (13)…
BAZOHLEKA BODWA ABASHAYELI KULELI HLOBO
Abashayeli bezimoto baseNingizimu Afrika bangalindela okunye ukwehla okukhulu kwentengo kaphethiloli ekuqaleni kwehlobo, kusho i-Automobile Association (AA). I-AA ibike ngalombiko ongakaqinisekiswa ovela ku-Central Energy Fund (CEF), ethi amanani kaphethiloli, udizili, kanye ne-paraffin akhombisa…
ZIZOVULELWA KULELIVIKI IZICELO ZIKA-NSFAS KA 2025
UMnyango Wezemfundo Ephakeme umemezele ukuthi izicelo zeNational Student Financial Aid Scheme (NSFAS) zonyaka wezifundo ka-2025 zizovulwa ngoLwesihlanu, 20 Septhemba. Bekuhlelwe ukuthi zivulwe ngoMsombuluko, 16 Septhemba, kodwa zaphuthunyiswa ngenxa yokuxoxisana nababambiqhaza, okwaphothulwa ngeSonto….
I-ROAD ACCIDENT FUND ITHI AYISENAMALI
Umkhandlu Wezimali Zezingozi Emgwaqeni (i-RAF) uthi ubhekene nobunzima ekutheni uqhubeke usebenza, ngenxa yokuthi intela kaphethiloli ayikashintshi iminyaka emithathu ilandelana. U-RAF usebenzisa kuphela kwimali evela kwintela kaphethiloli ezweni, esele ku-R2.18 kusukela ngo-2021. Ngesikhathi…
ABESIFAZANE BAKULELI BASENGOZINI YOKUNGENWA YISIFO SIKASHUKELA KSUKELA EMINYAKENI ENGU – 22 KUPHELA
Ucwaningo olwenziwe i-World Health Organization (WHO) kanye neWits University luveze ukuthi abesifazane abasha abaneminyaka engu-22 banengozi enkulu yokuthola isifo sikashukela kanye nomfutho wegazi ophezulu. Lolu cwaningo, olubeyingxenye yohlelo olukhulisa impilo oluholwa amazwe…
UZOHLONISHWA NGUHULUMENI NGOMNCWABO OKHETHEKILE WESIGABA SESIBILI UGORDHAN
UMengameli Cyril Ramaphosa umemezele ukuthi iqhawe lomzabalazo kanye nesishoshovu sezepolitiki uMnu. Pravin Gordhan uzohlonishwa ngomngcwabo okhethekile weisigaba sesibili ngoLwesine, 19 Septhemba 2024. Lowo owayenguNgqongqoshe uGordhan ushone ngezithuba zehora lokuqala ngoLwesihlanu, 13 Septhemba…
KUBANJWE ODABUKA ENIGERIA NEZIDAKAMIZWA E-OR TAMBO
UNational Commissioner wamaphoyisa aseNingizimu Afrika (SAPS), uGeneral Fannie Masemola, uphinde wagcizelela ukuthi iNingizimu Afrika akuyona indawo yamaphoyisa okudlala abenzi bobugebengu, futhi noma ngubani owenza okuphambene nomthetho uzotholakala noma ikuphi kuleli futhi abhekane…
UKHUZE UKUQHUMA KWESIBHAMU KWAZULU NATALI UNGANGEZWE LAKHE
Ikhuze ukubulalana ngesibhamu nokudlwengulwa kwabesimame iNkosi yesizwe saMaZulu Inkosi uMisuzulu kaZwelithini. Indlulamithi ibikhuluma emkhosini womhlanga obubanjelwe kwaNongoma eNyokeni. lomgubho besekungowamashumi amane kusukela waqala ukuba khona kwaZulu. Kulonyaka ububungazwe Yinkosi yasezweni lase-Uganda, Inkosi…
UMENGAMELI USAYINDE ‘AMANQAMPUNQAMPU’ E-BELA BILL
UMengameli uCyril Ramaphosa usayine umThethosivivinywa Wokuchibiyela Imithetho YezeMfundo Eyisisekelo (i-BELA) waba ngumthetho, kodwa ukubambezele ukusebenza kwezigatshana ezimbili ezibalulekile izinyanga ezintathu. Ngesikhathi esayina ngokusemthethweni e-Union Buildings ePitoli, uRamaphosa umemezele ukuthi izigatshana esesine nesesihlanu…
KUYAPHELA UKUTETEMUKA NGEZIMOTO ZOKUBOLEKWA ZIKANOKUSHO KONGQONGQOSHE BAKWAZULU-NATAL
UNgqongqoshe Wezezimali KwaZulu-Natal, uFrancois Rodgers, uthathe izinyathelo zokunciphisa ukuchitha imali kahulumeni ngokugxila odabeni lokubheka udaba lokuqhashwa kwezimoto zezikhulu zikahulumeni. Uphenyo luveze ukuthi kwasetshenziswa u-R16.8 million ekuqashweni kwezimoto ezihlanganisa amasekela angu-11 esifundazweni ezinyangeni…
I-DA ISABISA NGOKULAXAZA I-GNU UMA UMENGAMELI ESAYINDA UMTHETHO SIVIVINYWA I-BELA BILL
UMholi we-DA, uJohn Steenhuisen, uxwayise ukuthi iqembu lakhe lizobheka zonke izindlela zokuphendula uma uMongameli Cyril Ramaphosa esayina i-Basic Education Laws Amendment (Bela) Bill ngoLwesihlanu. Noma kunjalo, izinhlangano eziningi ezihlanganisa i-South African Democratic…