UNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana, uMnuz Velenkosini Hlabisa, uthe uzokhipha uhlelo lokushintsha komasipala abangasebenzi zingakapheli izinsuku ezingu-21. Ubephendula emiphumeleni yakamuva yocwaningomabhuku lohulumeni basekhaya ePhalamende ngoLwesibili, eveze ukwehla ekuphathweni kwezimali zomasipala kusukela ngokhetho lwango-2021. Imali…
Category: Izindaba Zikazwelonke
IZOKHUPHUKA KAKHULU INTENGO YAMAZAMBANE KULELI HLOBO
Intengo yephakethe lakho lama-fish ‘n chips isizokhuphuka kakhulu ngenxa yokushoda kwamazambane ezweni lonke. Isaziso sithunyelwe umsabalalisi wemikhiqizo emisha i-‘M&R Marketing’ evela kwa-Epping mayelana nokushoda kwamazambane ngenxa yesimo sezulu esibi esithinta isivuno. Abathengisi…
ISIWAHOXISILE AMAZWI AYO OKUTHI AKUQHASHWE ABOKUFIKA IMEYA YASEGOLI
USihlalo we-African National Congress (ANC) eGoli kanye nemeya yedolobha uDada Morero usihoxisile isiphakamiso sakhe sokuqashwa kwabokufika eMnyangweni Wamaphoyisa kaMasipala waseGoli kulandela ukugxekwa okukhulu. Ngesikhathi kuqhubeka ingqungquthela yesigungu esiphezulu se-ANC sesifunda ngeSonto, morero…
AYISEKHO EMHLABENI INTANDOKAZI YOQWEQWE LUKATHISHA WEZIBALO.
Akasekho emhlabeni uWilliam Smith obengomunye wothisha abebethandwa kakhulu ngokufundisa iMaths kanye ne Science. USmith udlule emva kwesikhathi eside elwa nesifo somdlavuza ekhaya elisePerth eAustralia ngokusho kwendodakazi yakhe uJessica Smith. Udlule emhlabeni eneminyaka…
KUCELWE UHULUMENI UKUTHI EHLINZEKE AMAPHOYISA NGOSIZO LWEZENGQONDO
I-Police and Prisons Civil Rights Union (POPCRU) isinxuse abaphathi beSouth African Police Service (SAPS) ukuthi basungule izinhlelo ezisebenzayo zempilo yengqondo. Lesi sinqumo silandela isigameko sakamuva sokuzibulala esibandakanya abahloli ababili be-Gauteng Traffic Provincial…
UMALEMA UKHWELE WADILIKA KUSHIVAMBU ENKULUMENI YAKHE EYAKHE
UMHOLI we-Economic Freedom Fighters (EFF) uJulius Malema usekhwele wadilika kulowo owayeyiPhini lakhe uFloyd Shivambu emsola ngokudayisa inhlangano ayeyisungule. UMalema ukhulume nezinkulungwane zabalandeli beqembu e-Orlando Stadium eSoweto ngoMsombuluko. UShivambu umemezele ukushiya kwakhe kuleli…
UNiehaus noMkhwebane Baphika Amahlebezi Okuhamba Okulandela UShivambu
Izigameko zakamuva zibe nomthelela ekukhuleni kwamahlebezi okuthi abanye abasekeli bakaJacob Zuma bazoshiya i-EFF. Kodwa-ke, osopolitikii ababalulekile abanjengoMnuz Carl Niehaus no-Advocate Busisiwe Mkhwebane baphike bama ngentaba ukuthi bazolandela uMnuz Floyd Shivambu, obeyiphini likamengameli…
UDUMA WETHULE IZINHLELO ZOKUQINISA EZOKUPHEPHA EMGWAQENI EKZN
UNgqongqoshe wezokuThutha nokuHlaliswa kwaBantu, uMnuz Siboniso Duma, uhole umbuthano wamaphoyisa omgwaqo asanda kuqeqeshwa ngaphandle kwesiShayamthetho saKwaZulu-Natali ngesikhathi eveza izinhlelo ezinqala zokuqinisa umthetho esifundazweni. Ekhuluma ngesikhathi ethula inkulumo yesabelomali, uDuma ugcizelele isidingo sokuvuselela…
UMALEMA UZOCHAZA NGEZINSOLO ZOKUHOXA KUKA SHIVHAMBU EQENJINI LE-EFF
Umholi we-Economic Freedom Fighters (EFF), uJulius Malema, uzokhuluma nabezindaba ngoLwesine ntambama emhlanganweni ophuthumayo njengoba kunezindaba zokuthi isekela lakhe, uFloyd Shivambu, uselihoxile eqenjini. Izindaba zangoLwesine ekuseni zithi uShivambu, osebe yiPhini likaMalema kusukela kwasungulwa…
ININGIZIMU AFRICA IZOSHESHISA UHLELO LOKUTHENGA IMISHANGUZO YE M-POX
UMnyango Wezempilo umemezele izinhlelo zokusheshisa ukuthengwa kwemithi yokugoma kanye nokwelapha i-mpox, kulandela isimemezelo se-African Union sokuqubuka kwalesi sifo njengesimo esiphuthumayo sezempilo yomphakathi. Lesi simemezelo siza ngesikhathi inhlangano yezempilo emhlabeni iWorld Health Organisation…
BAKHALA NGESABELOMALI ESINCANE OTHISA BASE KZN ABANGASEBENZI
Iqeqebana lothisha abangasebenzi KwaZulu-Natal lisigxekile isabelomali soMnyango wezeMfundo. NgoLwesibili, uNgqongqoshe wezeMfundo, uMnuz Sipho Hlomuka, uveze imininingwane yesabelomali somnyango esicela ku-R63 billion esiShayamthetho sesifundazwe. UHlomuka uthe u-80% wesabelomali uzosetshenziselwa ukunxeshezelwa kwabasebenzi. UNgqongqoshe uveze…
ISIFO IMONKEY POX SESIFAKWE NGAPHANSI KWEZIMO EZIPHUTHUMAYO
Inhlangano yezempilo ye-African Union, i-Africa Centres for Disease Control and Prevention (Africa CDC), imemezele isimo esiphuthumayo sezempilo yomphakathi ngoLwesibili ngenxa yokubhebhetheka kwesifo esiqubukayo ezwenikazi lonke. Lokhu kuphawula ukusetshenziswa kokuqala kwamandla ezokuphepha ezwekazi…