IKwaZulu-Natal iqophe ukusetshenziswa kwemali engaphansi ngo-R200 million ekupheleni konyaka wezimali ka-2023/24.UNgqongqoshe wezeziMali uMnuz Francois Rodgers wethule isabelomali esincane sesifundazwe esiShayamthetho saseKZN ngasekuqaleni ngoLwesibili. “Umthombo wokuqala uvela emalini esetshenziswe ngaphansi konyaka odlule, kanye…
Category: Ezepolitiki
BAPHUME BEQHASHA O”ZAMA ZAMA” ABANGU-11 IZOLO KUSIHLWA BABOSHWA
Sekuphinde kwaphuma abavukuzi abangu-11 abangekho emthethweni emayini yegolide yaseBuffelsfontein endala, eStilfontein njengoba i-Operation Vala Umgodi ingena kwelinye isonto. Ngasekuqaleni kwale nyanga, amaphoyisa aqinise umkhankaso wawo wokuvala inethiwekhi yezimayini ezingekho emthethweni kule ndawo….
KULINDELEKE UKUTHI UZUMA AVULELE I-ANC ICALA NGOKUMXOSHA
UMnuz Jacob Zuma, owayengumengameli kanye nomholi we-Mkhonto WeSizwe Party (MKP), kungenzeka babhekane ngeziqu zamehlo ne-African National Congress (ANC) ngemuva kokubhuntsha kwemizamo yakhe yokuhlehlisa ukuxoshwa kwakhe eqenjini. UZuma, owajoyina i-ANC eneminyaka engu-16 ubudala,…
KUBOSHWE ISIKHULU SOMNYANGO WEZASEKHAYA NGOKUDAYISELA OWOKUFIKA UMAZISI NGO R20 000
MPUMALANGA – UViolet Veleleni Mabena, 57, oyisikhulu soMnyango wezaseKhaya, uboshwe ngoLwesibili, 19 November 2024, wuphiko loKlebe oluphenya ngenkohlakalo eNelspruit. Uvele eNkantolo yeMantshi yaKwa-Mhlanga ngalo lolo suku, ethweswe icala ngaphansi komthetho iPrevention and…
KUXWAYISWA ABATHENGI NGOKUGAGAMELA KULE-BLACK FRIDAY
Uchwepheshe wezemfundo yezezimali ukhiphe isixwayiso kubathengi beBlack Friday. “Uma unezinto ongazidingi ngempela noma ungenazo izinto ozibekele isabelomali, mhlawumbe mhlawumbu kungakuhle ukuthi ungazihlanganisi neBlack Friday,” kusho uchwepheshe uSalemi Nyati weMomentum Group. Abanye abathengisi…
AFUNA KUNCISHISWE IZIKHATHI ZOKUDAYISA UTSHWALA NGODISEMBA AMAPHOYISA ASELIMPOPO
Amaphoyisa aseLimpopo acubungula ukubuyisela umthetho wokufinyezwa kwezikhathi zokudayiswa nokusabalalisa utshwala ukuze kubhekwane nokwenyuka kwezinga lobugebengu esifundazweni. IPhini likaKhomishana wesiFundazwe uMajor General Jan Scheepers ugcizelele ukuthi nakuba utshwala bungayona kuphela imbangela yezinkinga, kodwa…
KUHLONISHWE AMAPHOYISA OMGWAQO ASHONA ESEMSEBENZINI
Imindeni yamaphoyisa omgwaqo angama-69 alahlekelwa izimpilo zawo esemsebenzini ihlangane e-Boekenhoutkloof Traffic College eTshwane ukuhlonipha nokukhumbula ukuzidela kwawo. Lo mcimbi ubuhanjelwe yiPhini likaNgqongqoshe wezokuThutha uMnuz Mkhuleko Hlengwa noNdunankulu waseGauteng uPanyaza Lesufi abadlulise amazwi…
UMONGAMELI UJUBE AMASOTSHA ANGU 1100 UKULWA NENKINGA YABAVUKUZI ABAGEKHO EMTHETHWENI
UMongameli Cyril Ramaphosa usetshale amasosha ayi-1 100 eMbuthweni Wezokuvikela Kazwelonke waseNingizimu Afrika ukusiza amaphoyisa ekulweni nanbavukuzi abangekho emthethweni. I-SANDF yazise ikomidi elimele ezokuvikela ephalamende ngoLwesihlanu ngaloludaba. Ngonyaka odlule, amasosha angu-3 300 atshalwe…
IBUYELE ESIGODLWENI INDLOVUKAZI YAMAZULU EMVA KOKUNYAMALALA ISIKHATHI ESICISHE SIBE NGUNYAKA
Indlovukazi uNtokozo kaMayisela ibuyele esigodlweni sakwaZulu ngemuva kokunyamalala isikhathi esingangonyaka. Wanyamalala lapho inkosi uMisuzulu kaZwelithini ethatha omunye unkosikazi. Manje usebuyile eSigodlweni saKwaNkomonye oLundi. Kuthiwa amalungu aphezulu omndeni wasebukhosini ameluleke ukuthi akwamukele ukuthi…
UCWANINGO LUVEZA UKUTHI ABANTU ABASHA BAKULELI BACWILE NGOKWEQILE EKUGEMBULENI
Iziphathimandla zihlabe umkhosi ngokwanda kokugembula entsheni yaseNingizimu Afrika. Okutholwe kamuva okuvela enkampanini yocwaningo lwemakethe ye-inthanethi, i-Infoquest, kubonisa ukuthi abagembuli abaneminyaka engu-18 kuya kwengu-34 babamba iqhaza ekugembuleni ku-inthanethi nokubheja kwezemidlalo isilinganiso sezikhathi eziyi-11…
ASENGCUPHENI OKUCINYELWA UGESI AMAKHASIMENDE KA-ESKOM ANGAPHEZU KUKA 50 000
Izinkulungwane zamakhasimende aseKZN asengcupheni yokungakwazi ukuthola ugesi uma engawavuseleli amamitha awo akhokhelwayo. I-Eskom isibuyekeze isihlonzi sethokheni. Ithi isofthiwe yamanje kumamitha evumela amadivayisi ukuthi afunde uma ithokheni isetshenzisiwe noma cha izophelelwa yisikhathi ezinsukwini…
INHLANGANO ELWELA AMALUNGELO ABANTU ITHI IPHOXEKILE NGESINQUMO SIKAHULUMENI SOKUMISA UKUTHENGISWA KOKUDLA EZIKOLENI.
Inhlangano yomphakathi iKopanang Africa Against Xenophobia (KAAX) isizwakalise ukungahambisani nesinqumo sikahulumeni sokumisa ukuthengiswa kokudla emagcekeni esikole. Lesi sinyathelo senziwe ngemuva kokuthi izigameko eziningi zokugula okutholakala ekudleni zithinte amakhulu abafundi ezifundazweni eziningana. I-KAAX…