Uyedwa owayengenele ukhetho ozimele eKZN ukholelwa ukuthi ubezothola amavoti aphindwe kabili ukube uxhaso belungekho udaba. UThanasagren Moodley uthole amavoti ayi-12,323 ngesonto eledlule. UMoodley, owangusomahlaya owaziwa kangcono ngelika-Karou Charou, waqala ukukhankasa ngo-Ephreli. Uthi…
Category: Izindaba Zikazwelonke
INKATHA ITHI AYIZUKUZIHLUPHA NGOKUSEBENZA NAMANYE AMAQEMBU E-KZN
Umholi weNkatha Freedom Party, uVelenkosini Hlabisa, uthe abanalo ithemba lokungena kumadlelandawonye ngemuva kokhetho lukazwelonke. Alikho iqembu elikwazile ukuzuza iningi eliqondile, okusho ukuthi uhlobo oluthile lomfelandawonye kuzodingeka luhlanganiswe ukuze kwakhiwe uhulumeni kazwelonke. Iqembu…
ISEXWAYISO SESESIMO SEZUU ESINGESIHLE KWAZULU NATALI
ISouth African Weather Service isikhiphe izexwayiso ezine ezibhekiswe eKZN. Isangoma sezulu uWiseman Dlamini sithi ukushintsha kwesimo sezulu kudalwa wuhlelo olunciphile oludlulayo namhlanje ntambama. “Ezindaweni ezingaphansi kwesifunda Ugu, banesexwayiso sika-level 4 mayelana nokuna…
KULINDELEKE IZIMVULA EZINKULU E-EASTERN CAPE NAMUHLA NAKUSASA
ISouth African Weather Service (SAWS) isixwayise ngesimo sezulu esibi, okuhlanganisa nezimvula ezinamandla nomoya ogwini lwase-Eastern Cape. Ikhipha isexwayiso se-yellow level 6 esifundazweni esisogwini, le nkonzo ithe kungase kulindelwe umoya namagagasi aphakeme ngeSonto…
KUFE ISOTSHA LAKULELI KWALIMAMALA ANGU 13 E-DRC IBAMBENE NAMAVUKELA MBUSO
ISouth African National Defence Force (SANDF) ithi kushone isosha elilodwa lakuleli kwalimala angu-13 eDemocratic Republic of Congo (DRC). Kuyaqondakala ukuthi kube nokubambana ngezihluthu namalungu eqembu lamavukelambuso i-M23 ngoLwesine eSake, empumalanga ye-DRC. I-SANDF…
IZOKHISHWA NGOKUSEMTHETHWENI NAMUHLA IMIPHYMELA YOKHETHO NAKUBA KUNAMAQEMBU ANGENEME NGAYO.
Izinhlangano zezepolitiki ezingaphezu kuka-20, okuhlanganisa neqembu loMkhonto weSizwe kanye ne-African Congress for Transformation ka-Ace Magashule, ziyichithile imiphumela yokhetho. IKHOMISHINI yezoKhetho eNingizimu Afrika (IEC) ithi izoqhubeka nesimemezelo sokhetho luka-2024 nakuba amanye amaqembu engeneme…
IYAYIVUMA INDUKU I-ANC KWAZULU-NATALI
I-ANC eKZN ithi ibingalindele ukuthi izohlulwa kabuhlungu kanje okhethweni luka-2024. Iqembu elibusayo liphelele ku-17% wevoti lesifundazwe, lilandela ohambe phambili uMkhonto Wesizwe ngama-45%, kanye ne-IFP engu-18%. Iqembu likaJacob Zuma, iMK, libalwa namaqembu amathathu…
AKUSEKHO MALI I-ANC EZOYINIKA AMASLAY QUEEN : MALEMA
Umengameli weqembu le Economic Freedom Fighters uMnumzane uJulius Malema uthi akusekho mali ezomoshwa yizikhulu ze-ANC ngokudizela izintokazi ezithanda izinto ezaziwa ngama,”Slay Queen”. UMalema usho kanje esithangamini sabezindaba namuhla emvakokucaca ukuthi imiphumela izoma…
BABILI ABASHONE NGOSUKU LOKHETHO E-KZN
I-IEC KwaZulu- Natal ngomlomo kaNkosikazi Ntombifuthi Masinga, ithi bababili abantu abashone sebesuka ezikhungweni. UNkk Masinga uthe owokuqala kwabashonile ungowase Msinga ushone ngenkathi ewa evenini ephuma kovota. Omunye uthi kube nengxabano nomunye ngenkathi…
USESULILE ESIKHUNDLENI OBEKHULUMELA UMNYANGO WEZOKUTHUTHA E-KZN U- KWANELE NCALANE
UKwanele Ncalane obekhulumela umnyango wezokuthutha kwaZulu-Natal usebhale incwadi yokushiya emsebenzini. UNcalane uveza ukuthi namhlanje usuku lwakhe lokhugcina njengokhulumela lomnyango encwadini ubhale kanje ” FINAL GOODBYE Good morning media colleagues: Today (31 May…
KUVALWE IZIKHUNGO EZINGAPHEZU KWEKHULU KULELI IZOLO NGENXA YODLAME
Ikhomishana ezimele yokhetho ngoMsombuluko ntambama ikuqinisekisile ukuthi zingaphezu kwekhulu iziteshi zokuvota ezivaliwe ngosuku lokuqala lokuvota okuyisipesheli. Ikhomishini ithe lokhu kudalwa kakhulu yisiteleka samatekisi eMthatha, e-Eastern Cape. UMsombuluko bekuwusuku lokuqala lokuvota okuyisipesheli, obekuhloswe…
SEKUTHOLAKALE ABABILI ABANESIFO SEMONKEY POX KWAZULU NATALI
Icala lesibili likaMpox seliqinisekisiwe kuleli, kulokhu eKZN. “Isiguli esisha ngowesilisa waseNingizimu Afrika oneminyaka engu-39 ubudala ongeniswe esibhedlela i-Addington ngaphandle komlando wokuvakashela amazwe nasezifundeni. Njengamanje sibhekene nokuqubuka kwalesi sifo,” kusho okhulumela uMnyango wezeMpilo…