Bebephume ngobuningi abantu emcimbini wokunqamula unyaka ka2023 eRichards Bay obizwa nge Gumba Fest. UKhozifm okuyilo olulalelwa kakhulu ngalolusuku njengoba abantu besuke belindele ngabovu ukuzwa ingoma ehlukanise unyaka lube bukhoma ngo 12pm lethula…
Category: Ezikaqedisizungu
UMSAKAZI NOMCIMBI WOKUSIZA UMNDENI OHLUPHEKAYO
Umsakazi womsakazo womphakathi iNqubeko FM osakazela izindawo ezakhele uMaspala uThukela uhlele umcimbi ozosiza kwakhiwe indlu yomndeni ohluphekayo. UMondli Ngwenya ongumsakazi odume ngelika DJ lemmo uhlele indumezulu yomcimbi womndeni owaziwa ngeLemmonation Music Festival…
ZIKHALE NGISHO ESEXOLISILE KUNGIZWE
Inkampani ethengisa izimoto IJAC Motors isithathe isinqumo sokunqamula ubudlelwano bayo nowayengumsakazi woKhozi FM uNgizwe Mchunu. Lesi sinqumo siza ngemuva kwesikhalo esifakwe yi-EFF e-KZN mayelana namazwi ayindida ashiwo uMchunu. Ingxabano iqale ngesikhathi uMchunu…
UTHATHWE YINGOZI YEMOTO UMADLOKOVU
UMbongeni Ngema, ongumbhali womdla wodumo iSarafina owawumayelana nezibhelu zabafundi ngesikhathi sobandlululo eSoweto, ushone engozini yemoto ngoLwesithathu eneminyaka engu-68 ubudala, kusho umndeni wakhe. U-Ngema ushone ngesikhathi ifilimu yango-1992, eyakhiwe nomculi we-jazz odumile u-Hugh…
UZOBAGEZA UDAKA NGEDILI LEZINKOMO UBIGZULU EBERGVILLE
Ngemuva kokuba badela konke badixwa zimvula baxova udaka abantu kanye nabalendeli bomculi odabuka eBergville uBigZulu bathamela umcimbi wakhe iHome Comming ebingomhlaka 24 December eBergville sport Complex edolobheni, lomculi usethembise ukubabonga ngokubahlabela izinkomo…
ZIYAWUSHAYA KWINTSHEBE ENGUKINI KULEMPELASONTO
Owayengumsakazi owaduma kakhulu esakaza kwiGagasi FM ohlelweni lodumo lwasekuseni i-Alex and the Crew, uKininonke Shandu, oteketiswa ngelikaKini usephumile emakethe ngokusemthethweni. UShandu uzobe eyokwembesa ingoduso yakhe, u-Andile Khanyile, ngoMgqibelo KwaNongoma. Ngokwemithombo esondelene nalezi…
UDJ SBU UTHI AKAZE ANTSHONTSHE NGISHO ISENTI LELI LIKA ZAHARA
U-DJ Sbu ukhulume okokuqala selokhu kwadlula emhlabeni uZahara. Lo msakazi, kanye nowayenguzakwabo kwezamabhizinisi u-TK Nciza basolwa ngokuxhaphaza uZahara ngesikhathi esasayinwe ngaphansi kwenkampani yabo iTS Records. “Ngithole izolo njengabo bonke abantu, nami ngishaqekile….
BAYINGQIMUZE YAKHALA NGAMAJAJI INKABI
IHlula Dlala Promotions izolo isethulele umdlalo wosaziwayo wesibhakela e-Olive Convetion Center eThekwini lapho bekuqhathwe khona uBig Zulu ongumculi we Afro pop odabuka eBergville kanye no Phumlani Njilo ongusomabhizinisi wase wasePietermaritzburg. UBig Zulu…
LIBOPHELE IZINGWAZI IDILI LOMCULO ISOCIAL LINK EMNAMBITHI
Intaka ibekelwe amazolo namhlanje emcimbini omkhulukazi abantu baseMnambithi abawulindele ngamehlo abomvu ohlanganise izingwazi zomculo kuleli. Lomcimbi ozobanjelwa esikhumulweni sezindiza kulelidolobha ngoMgqibelo mhlaka 9 kuDisemba, kulindeleke ukuthi uhehe izinkumbi zabantu abaqhamuka ezindaweni ezakhele…
BABUZE UKUTHI UBANI OWATHI ABAZALWANE BAYABHORA KOWOKHOLO EMNAMBITHI
Bebephume ngobuningi babo abathandi bomculo wokholo kanye nabazalwane e-Indoor Sports Center eMmnambithi izolo nalapho bekubanjelwe khona Indumezulu Gospel Music Show. Indumezulu Gospel Music Show okungeyokuqala kulonyaka ibihlelwe yinkampani iLet’s go productions. Kulomcimbi…
ABAWUVALI UMLOMO ABEBEHAMBELE OWEBERGVILLE EXTRAVAGANZA
Kuze kwasa hluthu belokhu beshiyelane inkundla abaculi abadumile KwiBergville Extravaganza yakulonyaka. Lolu chunge chunge lemicimbi lwaminyaka yonke luhlelelwe ukugqugquzela ezokuvakasha kulendawo, uhlelwa uMaspala uKhahlamba ubanjwa njalo uma kuqala uZibandlela eBergville Sports Complex….
KUZOGCWALA AMABHINCA ECHAPTERS LOUNGE KUZOLALELWA EKAMENZI
Intaka ibekelwe amazolo kubalandeli bomculo kaMaskandi eMnambithi njengoba bezothola ithuba eliyinqayezivele yokulalela icwecwe elisha sha likaMenzi mahhala. UMenzi ongowokudabuka khona kuleli dolobha ukhiphe icwecwe lakhe elisha phakathi kwamabili namhlanje elisihloko sithi Chabo….