IMEYA entsha yaseZululand ithembise ukusebenzisana nabaholi kumasipala wonke ukugqugquzela ubumbano nokuthula. NgoLwesine kuqokwe uMnuz Michael Khumalo we-IFP evala isikhala sikaThulasizwe Buthelezi oqokwe njengoNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu. Kodwa kubikwa ukuthi i-NFP ishiywe…
SIVALWE NGOSHANGE ISIKHUNDLA SIKAMTHETHWA KUMASPALA I-ALFRED DUMA
UKhansela Cythia Shange ufungiswe nje njengelungu lesigungu samakhansela angaphansi kukaMaspala -Alfred Duma izolo ngomhla ka 27 July. uShange ungena esikhundleni somholi weqembu iNationals people’s Ambassodors uMnumzane Nathi Mthethwa. UMthethwa usanda kufungiswa njengelungu…
UZOBHEKA NGQO NEZIHONGA ZEZINKONTILEKA UNGQONGQOSHE WEZEMISEBENZI YOMPHAKATHI
Inhlangano iBlack Business Federation (BBF) ithi iyaseseka isinqumo sikaNgqongqoshe omusha wezeMisebenzi yoMphakathi sokumenyezelwa kokuphela kwezingxoxo nezihonga zezinkontileka kuleli. I-BBF, indikimba eyisambulela yezithangami zamabhizinisi eNingizimu Afrika isanda kuveza ukuthi umbono kaNgqongqoshe uMartin Meyer…
LIHLEHLISELWE U-AUGUST ICALA LABABULALA UMDLALI WEKAIZER CHIEFS
Icala elibhekene nabalisa abayisithupha abasolwa ngokuduna nokubulala umdlali wasemuva weKaizer Chiefs uLuke Fleurs lihlehliselwe umhlaka-16 Agasti ngenxa yophenyo olungaphelele. Abasolwa ngokubulala bavele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseRoodepoort, eGauteng eWest Rand. UFleurs wadutshulwa wabulawa…
IPHALAMENDE LIZOVULWA NGEMANDELA DAY
UMongameli Cyril Ramaphosa ubize ukuhlangana okuhlanganyelwe kwesiGungu Sikazwelonke (i-NA) kanye noMkhandlu Kazwelonke Wezifundazwe (i-NCOP) ukuze kuvulwe iPhalamende kanye nokwethulwa kukaMongameli kwenkulumo yokuvula kwePhalamende kuzokwenzeka ngoLwesine, 18 July. “UMengameli ucele ukuthi iPhalamende lihlangane…
INYUNYANA IFUNA KUMISWE UKUFUNDA ESIKOLENI LAPHO ABANTWANA BEDLE USHEVU
Inyunyana yothisha iNational Teachers Union (NATU) isicele uMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal ukuthi umise ukufunda esikoleni sezingane eziphila nokukhubazeka kwaHlabisa Kuze kwaphothulwa uphenyo ngesigameko okusolwa kuso ukuthi kunabantwana abadle ushevu. Inyunyana ithi iqulu labafundi…
UZIMISELE UKUFUNDA OKUNINGI OWASEMNAMBITHI OJOYINE U-SABC
UNondumiso Manyoni waseSteadville emnambithi osejoyine ithimba labezindaba kwaSABC ubonga ithuba elingandele bani alitholile kulomsakazeli womphakathi Lentokazi yenza iziqu zobuntatheli ekolishi iCreative Arts eseMgungundlovu njengoba yayivele izithandela ukungena kulomkhakha wezindaba. UNondumiso uthi uzimisele…
AZOBUYISWA EKHAYA AMASOSHA AKULELI ABULAWE E-DRC
Umbutho wezokuvikela kuleli iSouth African National Defence Force (SANDF) uthi ayaqhubeka amalungiselelo okubuyisela ekhaya amasosha amabili abulawa emkhankasweni wezempi e-DRC. Abanye abangu-20 balimele balaliswa esibhedlela nokho abane kubona bathole imihuzuko ebucayi. Okaputeni…
USHONELE EKHAYA OWASEMNAMBITHI OBENE M-POX
UMnyango wezeMpilo ukuqinisekisile ukuthi izwe seliqophe amanye amacala amathathu e-Mpox kanye nomunye oshonile, njengoba imizamo yokunqanda ukubhebhetheka kwalesi sifo esithathelwanayo isaqhubeka emiphakathini ethintekile. Lokhu kuletha isibalo sabantu asebeqinisekisiwe elabhorethri iMpox eNingizimu Afrika…
I-COSATU IPHOXEKILE NGESENZO SE-ANC SOKUBUYISELA UZIZI KODWA EPHALAMENDE
Umfelandawonye wezinyunyana i-COSATU uthi uphoxeke kakhulu ngokuthi i-African National Congress (ANC) iqhubekile nokufungiswa kukaZizi Kodwa njengelungu lePhalamende. Inyunyana ithe i-ANC ikhethe “ukunganaki” isinqumo sayo sokuhoxa ngokuqhubeka nokufungiswa kukaKodwa. UKodwa ufungiswe ngoLwesibili kanye…
LIHLEHLELE ISONTO ELIZAYO ELEKHANSELA ELISOLWA NGOKWEBA IMFUYO.
UMnuz Dumisani Xaba (52) waKwaSithole eDundee, uzobuyela ngesonto elizayo eNkantolo yeMantshi yaseDannhauser, naboshwe nabo ababanjwe ngamaphoyisa belayishe emotweni izinkomo zokwebiwa okukholakala ukuthi bezintshontshwe epulazini lomlimi ngeSonto. Imoto kaXaba, ebihudula inqola ebinezinkomo ezine,…
AMAPHOYISA EMKHANKASWENI WOKUBOPHA ABABAMBE IMOTO YEMALI EMNAMBITHI
Amaphoyisa KwaZulu-Natal athungatha izigebengu ezithwala imali ezihlasele iveni lemali ngaseMnambithi ngoMsombuluko ebusuku. Igenge yaqhumisa iveni yemali phakathi kwaseZakheni naseKuvukeni. Iziphathimandla zithi abasolwa baphuce onogada ababili ngaphambi kokuzitapela imali. Okhulumela oKlebe esifundazweni uSimphiwe…