UMholi weqembu iMayibuye uhlangane nabaholi bendabuko kanye nomphakathi waseWeenen lapho belalele khona izikhalo zabantu mayelana nokushoda kwezidingongqangi...
EzasoThukela
UMnyango Wezempilo ngokubambisana nezinhlangano ezahlukene ubambe uhlelo lokuqwashisa abafundi bezikole zaseMatiwane ngobungozi bokukhulelwa besebancane kanye nokuzivikela ezifweni...
Umphakathi waseBethany eBergville usucele uKhansela wewadi, uTiza Khoza, kanye nezikhulu zikaMasipala ezibhekelele ezamabhizinisi ukuthi zihlele umhlangano ophuthumayo...
Umphakathi waseMatiwane usashaqekile kulandela isigameko sokugwazwa kubulawe owesilisa ongowokufika esitolo abesebenzela kuso, kwaphinde kwathathwa imali ngaphambi kokuba...
Umnyango Wezokuthuthukiswa Komnotho Wasekhaya (Local Economic Development) ngaphansi koMasipala wase-Alfred Duma uhlele umbukiso wemisebenzi yezandla egaraji lase-Ultra...
Ungqongqoshe Wezokubusa Ngokubambisana Nezindaba ZoMdabu (CoGTA), uMhlonishwa Velenkosini Hlabisa, uhola umhlangano wesidlo sakusihlwa sababambiqhaza boMasipala wesiFunda uThukela...
UMasipala wase-Alfred Duma ngokubambisana namaphoyisa kanye nenhlangano iMarch and March, namuhla uqhubeke nomkhankaso wokuvulela abahwebi bakwamanye amazwe...
IMeya yoMkhandlu wase-Alfred Duma, uZama Sibisi, ithi umkhankaso wokuvalwa kwezitolo e-Estcourt awuqondiswe eqenjini elithile noma kubanikazi abathile,...
Intsha kanye nomphathi womphakathi waseMatiwane eNdingeni bathi abasajabule neze ngendlela okuqashwa ngayo abantu emsebenzini wokulungiswa komgwaqo u-N11.Lokhu...
Namuhla uKhomishana weNhlangano Ezimele Yokhetho (IEC), uMnuz Glen Mashinini, uvakashele esifundeni sasoThukela ukuyohlola ukuqhubeka kohlelo lokubhalisela ukuvota...
