Kudutshulwe kwabulawa umsolwa okukholakala ukuthi ubeyingxenye yeqembu labaphangi ngesikhathi edubulana namaphoyisa endaweni yamapulazi ephakathi kweDundee neGlencoe ngasemgwaqeni...
EzasoThukela
Kulindeleke ukuthi iphinde iqale phansi ingqungquthela yokukhetha ubuholi beqembu le-Inkatha Freedom Party (IFP) eNdaka/Mnambithi ngempelasonto ezayo, kulandela...
Amaphoyisa aphenya isigameko lapho isitolo se-spaza esisemgwaqeni uHilliard Oval kuthiwa sihlaselwe ngebhomu likaphethiloli namhlanje kusihlwa. Ngokolwazi lweziphathimandla...
IDemocratic Alliance (DA) isifake ngokusemthethweni isicelo eNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu ifuna uMasipala Wesifunda uThukela, ubuholi bawo bezepolitiki nobokuphatha,...
Ilungu lePhalamende likazwelonke leDemocratic Alliance (DA), uMaliyakhe Shelembe, selibhalele uNgqongqoshe Wezokubusa Ngokubambisana Nezindaba ZoMdabu, uVelenkosini Hlabisa, lifuna...
Umphakathi wakwaDlamini, ngaphansi kukaWard 12 kuMasipala wase-Inkosi Langalibalele, namuhla uthole usizo lwemishini ehlukene yokuthuthukisa amabhizinisi amancane, kulandela...
Umphakathi waseWard 34 ngaphansi kukaMasipala wase-Alfred Duma ususabise ngokungayi okhethweni loHulumeni Bezindawo oluzoba mhla zingu-4 kuLwezi uma...
Ikhala liyazithulisa ikhehla lakwaMtambo eDriefontein ngaseNtuthwini, eMnambithi, ngemuva kokuba umlilo ushise izindlu zalo ezimbili ngempelasonto. UMnumzane Mtambo...
Umgwaqo wetiyela uSgweje Road, okuWard 36 KwaHlathi ngaphansi koMasipala wase-Alfred Duma, wethulwe ngokusemthethweni namuhla, mhla zingu-07 Julayi...
IMeya yoMasipala wase-Alfred Duma, uMhlonishwa Zama Sibisi, isinxuse amaphoyisa ukuthi asebenzisane nomasipala ekuqinisekiseni ukuthi abantu bakwamanye amazwe...
