Sekuqubuke umsindo ngemuva kokuvela kwezinsolo ezithi lowo ongu Ngqongqoshe wezemfundo ephakeme kuleli uMnu Blade Nzimande uthinteka kwinkohlakalo yamaMillion esikhwama sabafundi (NSFAS) Inhlangano iOrganisation Undoing Tax Abuse iOUTA ngamafuphi isiyalele uMengameli wezwe ukuba…
Category: Ezepolitiki
ZINGU 101 IZIBOSHWA EZAZIDEDELWE NGOSHWELE NYAKENYE ESEZIBOSHIWE FUTHI
Okungenani iziboshwa ezingu-101 kwezingaphezu kuka-16 000 ezakhululwa ngonyaka odlule njengengxenye yohlelo olukhethekile lokuhlenga zisenkingeni nomthetho futhi. Lolu hlelo lwenzelwe ukukhulula ukuminyana emajele ezweni lonke. Kodwa uNgqongqoshe wezoBulungiswa uRonald Lamola udalule ePhalamende ukuthi…
I-ANC IZOTHATHA ISINQUMO NGESINQUMO SIKAZUMA SOKWESEKA I-MK
UNOBHALA-jikelele we-African National Congress (ANC) uFikile Mbalula uthe iqembu lizosimemezela maduze isinqumo salo mayelana nodaba lwalowo owayenguMengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma, ukuthi eseke enye inhlangano yezepolitiki nakuba eseyilungu le-ANC. UMbalula ubekhuluma nabezindaba…
UPISTORIUS UZONYATHELA UMHLABATHI WANGAPHANDLE NGOLWESIHLANU OKOKUQALA NGQA EMINYAKENI ELISHUMI
Lowo owalahlwa yicala lokubulala nowayengumsubathi wama-Olympics namaParalympics, u-Oscar Pistorius uzophuma ejele ngoLwesihlanu njengoba uMnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo uqinisekise ukukhululwa kwakhe ngoshwele kusukela ngoJanuwari 5. UPistorius wagqunywa ejele ngokubulala intombi yakhe uReeva Steenkamp eminyakeni…
ODADEWABO BAKAZAHARA BASOLWA NGOKUZENZELA EZIMPAHLENI ZAKHE ZOKUGQOKA
Akukapheli nenyanga kwadlula emhlabeni umculi nombhali wezingoma uBulelwa ‘Zahara’ Mkutukana, odadewabo uBandezwa noLumka sebethuthele emzini wakhe oseLille Falls, eRoodepoort bagqekeza amawodrobhu bagqoka nezimpahla zakhe. Ngesikhathi lo mculi owaduma ngengoma iLoliwe elwela impilo…
NGAMAMPUNGE UKUTHI UMBEKI USHONILE – THABO MBEKI FOUNDATION
IThabo Mbeki Foundation isichithile izindaba ezingamanga ezinkundleni zokuxhumana ezithi lowo owayenguMengameli uThabo Mbeki akasekho emhlabeni. Ezinye zezinsolo zithi uMbeki uyagula. Lenhlangano ikuqinisekisile ukuthi lowo owayengusopolitiki uyaphila futhi unempilo enhle. “Siyayiphika ngokuphelele le…
WAMUKELWE NGENHLOKOMO UZUMA ESIKHUMBUZWENI SIKAMBONGENI NGEMA
Kuchwaze ihholo lonke ngesikhathi kusukunyiswa lowo owayengumongameli wezwe enkonzweni yesikhumbuzo kaMbongeni Ngema namhlanje. Lenkonzo ebibanjelwe ePlayhouse eThekwini namuhla ntambama, ibihanjelwe yizicukuthwane nezikhulu ezehlukahlukene ezivela eminyangweni kahulumeni kanye nasendimeni yezikaqedisizungu. UNgema wedlule emhlabeni…
UNGQONGQOSHE UFUNA KUNQANTSHWE INHLAWULO BESE KUBOSHWA ABAKHULELISA IZINGANE
Izinga eliphezulu kokukhulelwa kwezingane ezincane selilethe ukukhathazeka kwizikhulu zezempilo kanye nezakhamuzi kwelikaMthaniya. UNgqongqoshe wezempilo kwaZulu-Natal uNkk Nomagugu Simelane ehambisana noNdunankulu wesifundazwe uNkk Nomusa Dube no Ngqongqoshe kazwelonke uMnu Joe Phahla bamukele izingane…
ZINOJU KUBASHAYELI BAKULELI NGOPHETHILOLI
Izindaba ezimnandi kubantu baseNingizimu Afrika njengoba intengo kaphethiloli izokwehla. Kusukela ngoLwesithathu zombili izinhlobo zikaphethroli zizokwehla ngo-62 no-76 cents ilitha. Udizili uzokwehla kakhulu phakathi kuka-R1,18 cents no-R1,26 cents ilitha. Umnyango weMineral Resources uthi…
UMKHONTO WESIZWE EZINSOLWENI ZOKUGWINYA IQEMBU LE NPA
Akafuni ukuphumela obala umengameli weqembu INational Peoples Ambassadors (NPA) uMnuz Nathi Mthethwa ngezinsolo ezibakhomba kwiqembu elisha elithulwe ngonyaka ophelile ngoZibandlela Umkhonto Wesizwe. Kunezinsolo ezithi uMthethwa neqembu lakha sebezimatanisa naleliqembu elisha sha. UMthethwa…
INKANTOLO IVUMELE USARS UKUTHI AFAKE AMA CCTV EZINKAMPANINI EZIKHIQHIZA UGWAYI
Inkantolo eNkulu yasePitoli isivumele isicelo seSouth African Revenue Service sokufaka imishini yokuqapha i-CCTV ezindaweni zokugcina izimpahla ezisetshenziswa abakhiqizi bakagwayi. Lokhu kuhloswe ngakho ukunqanda ukuhwebelana okungekho emthethweni kwemikhiqizo kagwayi okubangele igebe elibonakalayo lentela…
U-NSFAS NEZINHLELO ZOKUKHOKHELA ABAFUNDI ABANGU 20 000 ABASALE NGONYAKA OWEDLULE
INational Student Financial Aid Scheme (NSFAS) isenezibonelelo eziwu-20 000 engazikayikhiphi kusukela ngo-2023. Le nhlangano ithe lezi zibonelelo zisadinga imibono ezikhungweni ngaphambi kokuthi zithunyelwe kubafundi abathintekayo. Ibhodi le-NSFAS libe nomhlangano ongaphezu kovamile ngeSonto…