UNgqongqoshe wezeMithombo Yezimbiwa kanye Nezinto Ezitholakala Ngaphansi Komhlaba, uGwede Mantashe, unikeze izaguga eDannhauser ngamaGas Cylinder angu 200,nathi...
Manzini Sengwayo
Abalimi bomoba KwaZulu-Natal bathi bayayithakasela imvula yakamuva esifundazweni ngemuva kwesikhathi eside kunesomiso.kepha bayaxwayisa ngokuthi isimo sezulu esingesihle...
Umhlangano weKomidi le-CoGTA Portfolio Committee yeSishayamthetho saKwaZulu-Natal, obekumele ube namhlanje e-uThukela District Municipality, ugcine uhlehlisiwe ngenxa yokungabibikho...
Amaphoyisa aseZululand abophe abasolwa ababili abasolwa ngokubandakanyeka ekubulaweni kwelungu leCommunity Policing Forum (CPF), uBonginkosi Mbatha, oneminyaka engu-51,...
Oliphini loMqondisi Wezophenyo ku-Independent Police Investigative Directorate (IPID), uLen John, uthi umkhakha wamaloli adonsa izimoto kanye nokudayiswa...
UNdunankulu wesifundazwe saKwaZulu-Natal uMnuz uThamsanqa Ntuli,uhlanganise amehlo nomndeni weKhansela likaMasipala weTheku , uKhansela Sibusiso Khwela, obulewe wadutshulwa...
Kuphazamisekile ukuhamba kwamatekisi ngesikhathi abagibeli bamatekisi kwaManzini eHopsland,evale umgwaqo ngenhloso yokukhombisa ukungenami ngokunyuka kwemali yokugibela amatekisi. Labo...
Amaphoyisa aseNquthu abophe abesilisa ababili abaneminyaka engu-25 no-32, abasolwa ngokutholakala nezidakamizwa enkabeni yedolobha laseNquthu. INquthu SAPS Task...
NgoLwesibili, mhlaka-10 kuNcwaba 2026, kwenzeke ingozi ebuhlungu emgwaqweni u-R617 ngaseHowick, KwaZulu-Natal, kwashona abantu ababili. Abezimo eziphuthumayo baseMidlands...
Basinde engozini yemoto eyenzeke emgwaqeni uP700 uma uya eMpangeni oQuality Biyela noNjabulo Langa. ULanga wehlise amaphaphu kubantu...
