Imindeni yabanye babavukuzi abangekho emthethweni inxusa uhulumeni ukuthi akhiphe abathandiweyo bayo ku-shaft 11 eStilfontein eNorth West. Lokhu bakusho ngesikhathi kunesithangami sabezindaba esihlelwe yizinhlangano zomphakathi nezabasebenzi. Eminye imindeni ithi abathandiweyo babo baswele ukudla,…
KUKHALWA NGOMNYANGO OZAMA UKUGUDLUZA UTHISHA OSESEBENZE UNYAKA WONKE ENSEBENZWENHLE PRIMARY EBERGVILLE ENGAHOLI
Ushaya phansi ngonyawo uthi angeke umamukele uthisha omusha ozolethwa ngumnyango uMkhandlu webhodi elilawula isikole saseBergville samabanga aphansi. Lelibhodi lesikole iNsebenzwenhle Primary lithi selibhale kwaze kwaphela uyinki libhalela umnyango wezemfundo lifuna ukwazi ukuthi…
SIWILE SASHONA ISALUKAZI EBESIBAMBE ULAYINI WOKUSHINTSHA IMITHA KUSUKA IZOLO ENYUKHASELA
Isehlo esidabukisayo senzeke namhlanje ekuseni kwaEskom eVoortrekker Street, eNewcastle Central Business District (CBD), lapho isalukazi ebesilinde kulayini wokushintsha ama-meter kagesi sishonile. Lokhu kwenzeke ngesikhathi uhlelo lokuguqukela ku-KRN2 luqhubeka. Ngokusho komthombo, ugogo ubebambe…
ILAXAZE I-EFF YAJOYINA I-MK INDLOVUKAZI YABATHEMBU
UNdlovukazi uKhazeka, ogama lakhe langempela nguNolubabalo Mcinga, wesulile ngokusemthethweni ku-Economic Freedom Fighters (EFF) wajoyina uMkhonto weSizwe Party (MK Party). UNolubabalo owaziwa ngokuba ngumakoti weNkosi yabathembu uBuyelekhaya Dalindyebo, uthuse abaningi ngesikhathi eba yilungu…
SEKUSHONE OMUNYE FUTHI UMTWANA ESOWETO ODLE UKUDLA OKUNOBUTHI
Esinye isigameko esimataniswa nokudla okunoshevu sidlule nomunye umiphefumulo womfana oneminyaka emihlanu eDiepkloof, eSoweto. Abanye abafana abathathu abasesimeni esibucayi esibhedlela. Kukholakala ukuthi lezi zingane ziqale ukugula emuva kokuthi zidle ukudla okulula ezithengwe espaza…
BAZOKHOKHISWA U-R12 000 ABAZOHLULEKA UKUFAKA IKHODI KA-ESKOM LINGAKASHAYI ISONTO – RAMOKGOPA
UKgosientsho Ramokgopa usexwayise amakhasimende angakawalungisi amamitha awo ukuthi afake inombolo entsha ka-Eskom Key Revision Number ukuthi ngeke akwazi ukufaka amathokheni kagesi ngemuva kweSonto. Ekhuluma ngesikhathi kwethulwa lolu hlelo ngoLwesithathu, uRamokgopa uthe isidingo…
KUBOSHWE ABANE ABATHOLAKALE NENQWABA YAMAKHADI EBIWE ASE-TYME BANK
Umkhankaso wobuhlakani obuqhutshwa yiCrime Intelligent, Witbank Tactical Response Team, Middleburg Flying Squad kanye neTracking Company uholele ekuboshweni kwabasolwa abane abatholwe namakhadi asebhange angu-68 okusolakala ukuthi ebiwe ku-N4 Freeway eBelfast izolo. ULwesibili ziyi-19…
KUBOSHWE AMADODA AMABILI ASEZIMBABWE EBANJWA NEZINGXENYE ZEMOTO YOMNYANGO WEZEMPILO EYALAHLEKA
Abalisa ababili abadabuka eZimbabwe, abaneminyaka engu-26 no-37 ubudala kulindeleke ukuba zivele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseBelfast maduze nje kulandela ukuboshwa kwabo ngemuva kokutholakala nezicubu zemoto yomnyango wezemfundo zikhishiwe eBelfast izolo, ngoLwesibili, 19 November…
AMAPHOYISA ASE-KZN AVUNDULULE INDAWO YOKUGCINA UKUDLA OSEKUDLULELWE YISIKHATHI ENDAWENI YASEBLUFF
Amaphoyisa KwaZulu-Natal athole izindawo zokugcina izimpahla ezimbili ebezisetshenziselwa ukugcina ukudla osekuphelelwe yisikhathi ngesikhathi kunomkhankaso endaweni yaseBluff, eningizimu yeTheku ngoLwesithathu ntambama, zingama-20 kuLwezi wezi-2024. Ukudla okufana nenhlanzi esemathinini, iziphuzo ezinoshukela, ubhontshisi wesoya, ukudla…
KUBOSHWE ISIKHULU SOMNYANGO WEZASEKHAYA NGOKUDAYISELA OWOKUFIKA UMAZISI NGO R20 000
MPUMALANGA – UViolet Veleleni Mabena, 57, oyisikhulu soMnyango wezaseKhaya, uboshwe ngoLwesibili, 19 November 2024, wuphiko loKlebe oluphenya ngenkohlakalo eNelspruit. Uvele eNkantolo yeMantshi yaKwa-Mhlanga ngalo lolo suku, ethweswe icala ngaphansi komthetho iPrevention and…
UFUNGE NJENGE KHENSELA ELISHA LASE MZINYATHI OBEYI MEYA YASE NDUMENI
Obeyimeya kamaspala wase Ndumeni u Numz Syabonga Ndlovu namuhla ufungiswe njengekhansela elisha lokhandlu wase Mzinyathi.Ngemvakokusula esikhundleni sakhe njenge meya yase Ndumeni emasontweni amabili andlule.u Ndlovu uzovala isikhala sika munz. Dumisani Xaba owaxoshwa…
KUVUNDULULWE ISIKHUNGO ESIKHIQIZA IZIDAKAMIZWA EZINGABIZA U-R10 MILLION
NgoLwesine, mhla ziyi-14 kuLwezi wezi-2024, ithimba le-Drug Task Team, i-BIU Security Company, kanye noPhiko Lwezobugebengu Oluhleliwe Lwezifundazwe benze uphenyo lokunqanda ukushushumbiswa kwezidakamizwa nezibhamu ezingekho emthethweni. Baya endaweni ese-Vyfhoek, e-Potchefstroom, bathola izibhamu ezimbili,…