UNgqongqoshe Wezokubusa Ngokubambisana Nezindaba ZoMdabu, uVelenkosini Hlabisa, kanye noMEC wakwaKwaZulu-Natal woMnyango weCoGTA, uMfundisi Thulasizwe Buthelezi, bahlangane nabaholi...
Umculi uMaWhoo ubhekene nengcindezi evela kwabanye babalandeli bakhe ngemuva kokucela amavoti emncintiswaneni wamaBasadi in Music Awards ekhasini...
Empangeni – UMnyango wezokuthutha nokuhlaliswa kwabantu oholwa uNgqongqoshe uSiboniso Duma ukuqinisekisile ukuboshwa komsebenzi woMnyango wezokuthutha Empangeni ophikweni...
Abaqulusi – UMeya kaMasipala waseBaqulusi ukhansela uSifiso Mkhwanazi wahlanganyela nomphakathi waseDlomodlomo kuwadi 02,lapho umphakathi ubukhathazekile ngokususwa ngokungemthetho...
UMnambithi- Uphiko lweSexual Offences and Community Affairs (SOCA) lweNatonal Prosecuting Authority,okuwuphiko wezokushushisa luhambele umhlangano oyisipesheli wokuqeqeshwa kwabaseshi...
UMholi weqembu iMayibuye uhlangane nabaholi bendabuko kanye nomphakathi waseWeenen lapho belalele khona izikhalo zabantu mayelana nokushoda kwezidingongqangi...
UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uThami Ntuli, uhlangane nezinhlaka zokuphepha komphakathi e-Archie Gumede Conference Centre eMayville, ephelezelwa yiBamba leKhomishana yamaPhoyisa...
IKomidi Longqongqoshe Abahlukahlukene (IMC) eliholwa uNgqongqoshe uMmamoloko Kubayi seliveze ukuthi sekutholakale izicelo eziyi-100,733 zokubhaliswa kwamabhizinisi kuzwelonke kusukela...
Newcastle – Umasipala waseNewcastle KZN uthi ususe iqeqebana labantu bangaphandle abangenawo amaphepha okuba kuleli abazame ukumisa amakhempu...
IKomidi lesiShayamthetho saKwaZulu-Natali elibhekele ezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu lifuna ukwaziswa ngokwenzekayo kuMasipala uMsunduzi. USihlalo weKomidi uMarlaine Nair,...
