Oyedwa kulaba abadubula babulala abantu ababe deliver izinkwa eKapa uboshiwe.
Laba balisa okusabalale iVideo yabo ezinkundleni zokuxhumana bebamba inkunzi imoto etheala izinkwa maqede badubula babulala abalisa abathathu abebehamba ngaleli loli.
lendoda iboshwe emva kokuba amaphoyisa elunywe indlebe ngabathize beyibona ebhasini elibangise kwelakubo eZimbabwe.
Lona wesibili akakatholakali kuze kube manje.