Namuhla eVan Reenen Combined School endaweni yaseVan Reeben eMnambithi kuqhutshwe umkhankaso wokuqwashisa abafundi nomphakathi ngokuphepha ngesikhathi sasehlobo....
Umphakathi waseJonono ubuhlangene nomphakathi wendawo kanye nekhansela uThobani Dlamini emhlanganweni obubanjelwe ukukhuluma ngesimo somgwaqo u-L370. Lo mhlangano...
KwaZulu-Natal kulindeleke ukuthi izindawo zasemakhaya nasemalokishini zithole ukufinyelela okungcono ku-inthanethi ethengekayo, kulandela utshalomali lwezigidi zamarandi olwenziwe yiBritish...
INkantolo eNkulu yaKwaZulu-Natal, eMgungundlovu, ikhiphe umyalelo wokuthi kubuyiselwe kubanikazi bawo izakhiwo zamabhizinisi ebezivalwe ngesikhathi semikhankaso yokuhlolwa kwamabhizinisi....
Abelaphi bendabuko abavela ezindaweni ezahlukene ezingaphansi kukaMasipala wase-Alfred Duma bahlangane eBurford ukuzobungaza usuku olubizwa nge-Traditional Medicine Day....
Abasebenzi bakaMasipala Wesifunda uThukela bagcine sebefikile ukuyobheka inkinga yesiphehli sendle elokishini laseTsakane eMnambithi, kulandela umbhikisho wabahlali abebefuna...
UNdunankulu wesfundazwe saKwaZulu-Natal, uThamsanqa Ntuli, osukwini lwanamhlanje uhole amalungu eKhabhinethi eMzinyathi District Municipality ngaphansi kohlelo lwe-Operation Sukuma...
UMnyango Wezokuhlunyeleliswa Kwezimilo uthi ushaqe omakhalekhukhwini abangaphezu kuka-37 000 emajele aseNingizimu Afrika ngonyaka odlule wodwa. UNgqongqoshe uPieter...
Amaphoyisa ashaqe izidakamizwa zohlobo i-cocaine okusolakala ukuthi zingabiza imali engaphezu kuka-R200 million esikhumulweni sezindiza i-OR Tambo International...
Kulindeleke ukuthi iSIshayamthetho sikazwelonke sivotele isiphakamiso sokungamethembi uSomlomo uThoko Didiza namhlanje. Lesisphakamiso silethwe ngumholi we-EFF uJulius Malema...
