Basinde engozini yemoto eyenzeke emgwaqeni uP700 uma uya eMpangeni oQuality Biyela noNjabulo Langa. ULanga wehlise amaphaphu kubantu...
Ube yimpumelelo umncintiswano woswenka kanye nesicathamiya,obuhlelwe uMasipala waseNyukhasela ngokubambisana neAmajuba Isicathamiya Association,lomcimbi bubanjelwe esikoleni asamabanga aphansi iKhaselihle...
UMengameli wezwe uMnuz Cyril Ramaphosa,uthi udlame nokubulawa kwabantu besifazane akuyona indaba yabantu besifazane kuphela kodwa yinkinga yomphakathi...
Amalungiselelo oMkhosi Womhlanga 2026 ayaqhubeka, njengoba uhlelo i-Operation Siyaya Emhlangeni lubanjelwe e-uMsinga High School ngaphansi kukaMasipala uMsinga,...
UMnyango Kazwelonke Wokushushisa (NPA) usuthathe isinqumo sokushushisa umholi we-EFF, uJulius Malema, ngecala le-crimen injuria, kulandela isikhalazo esifakwe...
UMasipala Inkosi Langalibalele, oholwa uMhlonishwa uMduduzi Myeza, ubambe umcimbi wokugubha iMen’s Month, lapho kuhlonishwe khona abesilisa abaqhubeka...
Zishaqise indima yomculo izindaba ezibuhlungu zokudlula emhlabeni komculi kaMaskandi odabuka eMsinga, uScebi, owaziwa kakhulu ngeleNkosi Yamagcokama. Ngokwemibiko,...
Bekuyinjabulo yodwa ngesikhathi umasipala wakwa Nongoma oholwa uMeya Ukhansela uMbekezeli Zondo ubambisene noNdlunkulu kaMayisela weSilo Esibusayo, osebenzisana...
Abafundi abafunda i-Electrical Engineering e-UMnambithi TVET College, e-Ezakheni A Campus, baqhubekile nombhikisho ngaphandle kwamasango esikhungo namuhla, nokuyisiteleka...
Isikhungo esibhekelele ukulawula nokukhishwa kwezincwadi ezigunyaza ukudayiswa kotshwala,I-KwaZulu-Natal Economic Regulatory Authority (KZNERA), ibambisene ne-South African Breweries,kanye noMasipala...
