Ihhovisi likaNobhala uMnuz Bheki Mtolo weAfrican National Congress (ANC) KwaZulu-Natal libhalele unobhala wesifunda INkosi Bhambatha Region uMnuz Lucky Khumalo limazisa ngokuthi ubani ozohola umkhankaso wakhetho oluzayo lika hulumeni kazwe lonke kanye noluka…
Category: Izindaba Zomphakathi
NGABE USUVUKE NGELOGO ENTSHA UMASPALA WASE-ALFRED DUMA?
Emva kwamaviki ambalwa uMaspala wasoKhahlamba umemezele ukushintsha ilogo yawo, kubukeka engathi noMaspala ongudadewabo waloMkhandlu i-Alfred Duma usunqume ukushintsha eyawo. Ikhasi likaFacebook lalomkhandlu ongaphansi koMaspala UThukela lushicilele loluphawu olusha sha njengesithombe salo esiseqhulwini…
AZENEME NGEZI ‘NYOKA NYOKA’ ZASETHEMBALIHLE IZAKHAMIZI ZASESTEADVILLE
Umphakathi waku ward 10 Steadville kumaspala iAlfred Duma ukhathazekile ngokuphepha kwawo nezingane zawo njengoba usola omazakhele ngokutshontsha ugesi ngokungekho emthethweni. Ilunga lomphakathi lithi kunemizi emisha eseThembalihle yiyo Lena efike yazitshotshela ugesi kamaspala….
I-SANCO INCOME INKOSI EDINGISE ABOKUFIKA ENQUTHU
Inhlangano i South African National Civic Organization (SANCO) eGeneral Lambert Moloi Region eMzinyathi Ibenengqungquthela yokukhetha ubuholi kulempelasonto esisuka kuyona. Iphini lika sihlalo omusha kulenhlangano ophinde abayikhansela kumaspala waseNquthu uMnuz Joe Motloung uthi…
UMPHAKATHI WASEMKHAMBA UTHI AYISABEKEZELELEKI INDABA YENDLE EVUZELA EMIZINI YABO
Usuhlale uvale amakhala umphakathi wasedolobheni eMnambithi endaweni yaseMkhamba ePhase 1. Lomphakathi uthi unenkinga ongasazi ukuthi ngempela kufanele uyibikele bani ngoba kubukeka engathi uMaspala UThukela Ukhohliwe yibo. Lezi zakhamizi zithi alipheli iviki kungaqhumanga…
LIVELE ENKANTOLO IKHANSELA LASE ALFRED DUMA NGECALA LOKUSHAYA
IKhansela lakuWard 7 kumaspala i-Alfred Duma uKhulekani Mdluli uvele kafushane phambi kwenkantolo kamantshi yaseZakheni ngecala lokushaya nokulimaza. Imibiko ithi umdluli washaya uMnumzane Mvelo Mkhonza ngenduku enebhawodi ngempelasonto edlule waze walaliswa esibhedlela. uMkhonza,…
SISHIYE KUKHALWA ISIPHEPHO EBERGVILLE
Njengoba silokhu siqhubeke njalo isimo sezulu ngokungabi sihle kuleli, ziyanda nezigameko ezingezinhle ezidalwa yilesi simo. Izolo ebusuku kuhlasele isiphepho esinamandla kwaphephuka ozindlu kanye nezikole endaweni yaseBergville. Iphephandaba lihambele indawo yase Potshini ku…
IZODINGISA ABOKUFIKA NEZITOLO ZABO INKOSI YASENQUTHU
Inkosi yesizwe sakwaNgobese eNquthu isikhiphe umyalelo ezinduneni zesizwe ukuba zixoshe bonke abokufika abangenazimvume zokuba kuleli lika mthaniya. Inkosi uThathezakhe Ngobese wakwaKhiphinkunzi eNquthu uthi ube nomhlangano nezinduna zesizwe sakhe lapho bethathe isiqumo sokuthi…
USHESHE WAFIKA UKHISIMUZI KWIZAGUGA ZASEMNAMBITHI
Baswele amazwi okubonga abantu abadala baku ward 18 eMnambithi njengoba Cllr Msimanga namuhla Ebehlele umcimbi wokubonga abantu abadala. UMsimanga ubehambisana nabavela emnyangweni wezempilo kanye nabakwamaspala i-Alfred Duma. Lezi zihambeli zichithe eside isikhathi…
SEKUNTWELA EZANSI NGOLWA MANZI E BERGVILLE
Lijabulise okwengane ikhansela laku ward 9 kumaspala wasoKhahlamba lapho abasebenzi basoThukela befaka amapayipi azosondeza amanzi emphathini wakwa Israel. ukhansela Sanele Buthelezi uthi sekuzoba lula kakhulu kumphakathi wasendaweni yakwa Israel ukuthola emanzi eduzane…
LIKUBEKA ESITHOMBENI NGOKHAHLAMBA UPHAWU OLUSHA
Umkhandlu Ukhahlamba usendaweni yasemakhaya eBergville nethandwa ngabaningi kuleli kanye nabasemazweni angaphandle ngenxa yobuhle bezintaba zokhahlamba kanye nezindawo ezisezingeni eliphezulu zokungcebeleka. Kamuva nje umkhandlu ukhombise umphakathi uphawu lwawo olusha ezinkundleni zokuxhumana nalapho kugqame…
BASALE NABEBEKUGQOKILE KUSHA UMUZI EMBULWANE
Ayaziwa kuze kube I manje imbangela yomlilo ogqogqise umuzi wakwandukuya eShayamoya endaweni yase (Mbulwane) eMnambithi njengoba kumanje besashayisana ngamakhanda bengazi ukuthi bathatheni behlanganise nani, ngemva kwesehlo sayizolo kusihlwa. Kubikwa ukuthi umlilo uqale…