Amabandla ahlukene ezenkolo, abefundisi ,umphakathi kanjalo nobuholi buka maspala i-Alfred Duma babambe umkhuleko wokubonga omdala wezinsuku namuhla ehholo ledolobha eMnambithi. IMeya yomkhandlu ukhansela uZama Sibisi nabambisene nabo wenza lomkhuleko unyaka no nyaka…
Category: About Us
ISIHLUKU UMZUKULU EDLWENGULA UMKHULU WAKHE ONA-86
Basashaqekile namanje abantu basesifundazweni sase-Eastern Cape emva kwesigameko esishaqisayo esenzeke kulesi sifundazwe kulona leliviki. Abezindaba kulesiya sifundazwe babike ngodaba lokudlwengulwa kwekhehla elineminyaka engu 86 lidlwengulwa ngumzukulu walo kanye nabangani bakhe. Ngokwemibiko, lomlisa…
LIZOWUDLELA ENDLINI ENTSHA SHA UKHISIMUZI IKHEHLA LASEGUDLINTABA
Kungenzeka iwudlele endlini yayo entsha sha ukhisimuzi insizwa esikhulile yesendaweni yaseGudlintaba eMnambithi. Ngonyaka owedlula uNobhala we-African National Congress(ANC) kwiSifunda iJosiah Gumede uMnumzane Bonga Hlomuka, wahambele indawo yaseGudlintaba ngaseMbuzweni lapho kwakunomhlangano weqembu le-ANC….
USIZWE NGABANYE ABAFUNDI EGWAZWA LISOKA
Umfundi wase CPUT ulwela impilo yakhe esibhedlela ngemuva kokugwazwa kabi yilowo olisoka lakhe nalo okubikwa ukuthi lingumfundi kwenye yamanyuvesi eKapa. Ngokwemibiko etholwe uThukela News ithi UNtembeko Myalo ungumkhwenyana wowesifazane.kuthiwa intombi yathole izindaba…
INDIDA NGOKUXOSHWA KUKASOTSWEBHU WASE-ALFRED DUMA EQENJINI LE-ABC
Sekuqubuke indida mayelana nezincwadi eziphikisanayo ezivela ezinhlangothini ezimbili ezizibiza ngobuholi beqembi i-Abantu Batho Congress elaziwa kakhulu ngokuthi yi-ABC. Zombili lezi zincwadi zikhuluma ngobulungu bukaSotswebhu kuMaspala i-Alfred Duma Local Municipality uKhansela Sabelo Sithole….