Uzoqeda iminyaka emine manje umjaho I Nquthu June owenziwa minyaka yonke e Nquthu. Lomjaho usuke uhlunga amahhashi azobe etelebhela kumjaho omukhulu kazi wesifundazwe i Dundee July. Kulonyaka lomjaho uqondane neholidi labantu abasha…
Category: About Us
KUSINDE UMCULI KWASHONA INGANE YAKHE ENGOZINI
UMculi uLehlogonolo Chauke owaziwa ngelika Shebeshxt usinde engozini izolo ebusuku eLimpopo. UShebext uke wabandakanyeka engozini yemoto ezinyangeni ezedlule usephinde wehlakalelwa isimo esifanayo emva kwenyanga ethenge imoto. Lomculi ubehamba ngemoto yakhe yohlobo lwePolo…
ABESIMO SEZULU KULELI BAZOPHENYA IMBANGELA YEZIVUNGUVUNGU EZIHLASELE KULELI
ISouth African Weather Service ithi iphenya amandla, umonakalo kanye nomthelela wezishingishane ezimbili ezihlasele KwaZulu-Natal kuleli sonto. Izibikezelo zithi i-twister yokuqala eyakhiwe e-Utrecht yaqala ngokuthi ibizwa ngokuthi inkanyamba yezintambo ngaphambi kokuba ibe inkanyamba…
UZIZI KODWA UZOVELA ENKANTOLO NGECALA LOKUKHWABANISA U-R1.7 MILLION
UNgqongqoshe wezeMidlalo namaSiko uZizi Kodwa kulindeleke ukuthi avele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yasePalm Ridge ngoLwesithathu. Ubhekene namacala enkohlakalo afinyelela ku-R1.7 million. Lokhu kulandela izincomo zeNhloko yamaJaji uRaymond Zondo ngo-2021 zokuthi uKodwa akhishwe kuKhabhinethi…
ISILO SINCOME UMSEBENZI WE-IEC
ISilo saMaZulu uMisuzulu kaZwelithini uncome iKhomishini yoKhetho ngokuqinisekisa ukuthi kunokhetho olukhululekile, olunobulungiswa noluthembekile. Kwenzeka lokhu nje amanye amaqembu ezepolitiki okubalwa kuwo iMK Party eholwa owayenguMengameli Jacob Zuma ezwakalise ukungenami ngemiphumela yokhetho. Amaqembu…
I-AFRI-FORUM IVUSA ICALA LIKAMBALULA LOKUDLA IMALI EDUBAI
Isimo esithinta iholidi lomndeni kaFikile Mbalula eDubai sibukeka siphinde sashuba njengoba i-AfriForum ingenelela ekushushiseni ngasese yize iNational Prosecuting Authority (NPA) yakhipha isinqumo saphambilini sokuthi ingamthwesi icala ngenxa yokushoda kobufakazi. Lezi zinsolo zisukela…
SEKUBANJWE INKUNZI ISITOLO SABOKUFIKA ENKABENI YEDOLOBHA UMNAMBITHI
Sekubanjwe inkunzi isitolo sokudla sowomdabu waseSomalia enkabeni yedolobha uMnambithi enhla nesifundazwe saKwaZulu natali. Lesi sigameko senzeke ngezithuba zehora lokuqala emini emgwaqeni u-Queen Street kuleli dolobha. Abazibonele ngawabo bathi kutheleke abalisa ababili bephethe…
KUBOSHWE ABANGAPHEZU KUKA 600 000 NGAPHANSI KOHLELO LAMAPHOYISA USHANELA
ISouth African Police Services’ (SAPS) Operation Shanela ibophe abasolwa abangaphezu kuka-600 000 beboshwa onyakeni wabo wokuqala. Leli sonto lihlanganisa unyaka owodwa selokhu kwaqalwa lolu hlelo, okuhloswe ngalo ukuqeda ubugebengu ezindaweni eziminyene ezweni…
KUSHONE ABABILI ENGOZINI EBANDAKANYA IMOTO ETHUTHA IZIGULI NGASE-CEDARA COLLEGE
Ingozi ebephakathi kwemoto ethutha iziguli(Ambulance) kanye neloli idlule nemiphefumulo yababili kuN3 phakathi kwase Hilton Kanye nase Cedara College. Abezimo eziphuthumayo baphuthume endaweni yesigameko bafica iAmbulance ilimele ngendlela eyisimanga. Abagibeli batholakale besesimeni esibucayi,…
KUDALULWE IGAMA LOSOLWA NJENGOWAKHIPHA IMALI ETULWENI LOKUBULAWA KUKA – AKA
Umseshi ophenya ngokubulawa kukaKiernan “AKA” Forbes nomngani wakhe, uTebello “Tibz” Motsoane, ngaphandle kweWish eFlorida ngoFebhuwari nyakenye usola umnyombo wokuhlomula kuka-R800,000 ngusomabhizinisi waseThekwini uSydney Mfunda Gcaba. U-Warrant Officer Kumarasan Pillay wenze lezi zinsolo…
ABE PODCAST AND CHILL OHLELWENI OLUSHA KU-SABC 2
Abasakazi be-podcast abadumile uSolomzi ‘Sol’ Phenduka kanye noMacgyver ‘MacG’ Mukwevho bazongena kolunye uhlelo lokuzijabulisa kumabonakude maduze. Laba ababili abanamandla kwezokusakaza baqinisekise ukuthi bazophatha uhlelo olusha olubizwa nge-Raid the Cage: South Africa. Lolu…
UVUKE UMBHEJAZANE UMPHAKATHI WASE MATIWANE UKHALA NGENDLELA OKUQHASHWE NGAYO ABAZOKWAKHA UMGWAQO
Umphakathi wase Matiwane nowaseJonono obuwotha ubomvu uvale amasango enkampani i-Raubex ngamaketanga nezingidi, lenkampani yakha umgwaqo u N11 namuhla ekuseni. Umphakathi usola uphiko lomnyango wezokuthutha iSANRAL ngokungathembike nangokusebenzisa umnyango wezisebenzi ukufeza izinhloso zawo….