Injabulo kubafundi besikole samabanga aphansi iMabhumane benikelelwa ngezicathulo.
Inhlangano iMthombeni Foundation imambisene negaraji elithengisa izimoto iNTT banikele ngezicathulo ezingu 179 kubafundi baseMabhumane eSt chads osukweni lwanamuhla.
Umholi wenhlangano uMzi Duma uthe “Ngijabule kakhulu ngesikwenze aamhlanje Ukushintsha Impilo zabantwana abawu 179 eskoleni sase Mabhungane, okumnandi ukusiza vele abantwana abaludingayo usizo, siphinde sibuyise isithunzi nokuzethemba ukuze bakukhuthalele nokuya esikoleni”.
Uqube wathi “esikwenzile sikwenziswe uthando esinalo ngemfundo ngoba ikusasa lesizwe sethu lisezandleni zabo”.