Umbutho Wamaphoyisa aseNingizimu Afrika (i-SAPS) ikhumbule amaphoyisa awo ayi-140 ashona esemsebenzini kule minyaka emine edlule. I-SAPS igubhe usuku lukazwelonke lwamaphoyisa ngoMgqibelo ngokuqoqa imali engaphezu kuka-R6 million yokuxhasa izingane zamaphoyisa ashonile. Abadlali begalofu…
Category: Izindaba Zikazwelonke
KUBANJWE ABANGU 27 000 BEZAMA UKUNGENA KULELI NGOKUNGEMTHETHO
I-Border Management Authority (BMA) ithi bangaphezu kuka-27 000 abantu abanqatshelwe ukungena eNingizimu Afrika ngesikhathi samaholidi kaKhisimusi. UKhomishana we-BMA uDkt Mike Masiapato ubikele abezindaba ePitoli ngomkhankaso wezinsuku ezingu-43 owenziwe ngoDisemba. Uthi iningi labantu…
KUQOKWE UNDUNANKULU OMUSHA KAZULU ESANDLWANA
Isilo uMisuzulu kaZwelithini simangaze abaningi siphakamisa ukuthi uMfundisi Thulasizwe Buthelezi onguMeya womkhandlu IZululand District Municipality kube nguye uNdunankulu kaZulu omusha. Lesi sikhundla sivuleke ngemuva kokukhothama kweNkosi uMangosuthu Buthelezi eyayisiphethe. Abantu abaningi bebebheke…
INKANTOLO INIKE URAMAPHOSA IGUNYA LOKUDLULISELA PHAMBILI ISINQUMO NGOMISUZULU
INkantolo eNkulu yaseGauteng, ePitoli, inikeze uMengameli Cyril Ramaphosa imvume yokudlulisa isinqumo esihoxise isinqumo sakhe sokuhlonipha uMisuzulu kaZwelithini njengenkosi yamaZulu. Isinqumo sokuhoxiswa kwesinqumo sokuhlonishwa senziwa ngoDisemba 2023.Ngemuva kokubeka eceleni isinqumo sikaMengameli Ramaphosa iNkantolo…
UZANDILE UTHI AMABHUBESI AKWAKHUMALO AWAZIKHATHAZI NGEMIBONO YEZIMVU
Liyaqhubeka nokuqulwa icala lalowo owayengunozinti we Orlando Pirates neBafana Bafana uSenzo meyiwa. Kamuva nje ngokwesitatimende esifundwe enkantolo siveze ukuthi lowo owayezwana naye nongumama wengane yakhe uKelly khumalo wayalela abasolwa ukuba babulale uSenzo…
KUBOSHWE OWESIMAME NGOKUQOLA USPAR IZINKULUNGWANE ZAMARANDI
Owayeyimenenja yezabasebenzi (HR) kanye nomlawuli weSuperspar e-Eastern Cape uvele eNkantolo yeMantshi yaseNew Brighton ngamacala amaningi okukhwabanisa, ukushushumbisa imali kanye nokwephula iSigaba 4 soMthetho Wokuvimbela Ubugebengu Obuhleliwe. UThobeka Dyam, 38, ubengumphathi wakwa-HR nomlawuli…
U-ANGIE MOTSHEGA WETHULE ICEBO LOKULWA NOKUKHULELWA KWEZINGANE EZIKOLENI
UNGQONGQOSHE wezeMfundo eyisiSekelo, uNkk Angie Motshekga, wethule ePhalamende umgomo womnyango wakhe mayelana nokuvimbela nokulawulwa kokukhulelwa kwabafundi ezikoleni. Lokhu kuhlaluke ngemuva kokuthi uSomlomo wePhalamende uNosiviwe Mapisa-Nqakula edlulisele lo mqulu wenqubomgomo ekomitini lezemfundo eyisiSekelo…
UFAKAZI UZIVUMELE YENA UKUTHI NGUYE OWASHISA UMLILO OWABULALA ABANTU ABANGAPHEZU KUKA-70
Ikhomishini ephenya ngokusha komlilo waseMarshalltown izwe ukuthi leli bhilidi uSindiso liphethwe kanjani futhi lilawulwa abadayisa izidakamizwa. Lokhu kuvezwe ufakazi owayehlala kuleli bhilidi eladunwa cishe iminyaka emibili. Lona nguyena ovumile ukuthi nguyena oshise…
UNZIMANDE UFUNA KUVUNYELWE ABAFUNDI ABAKWELETAYO UKUTHI BABHALISE
UNGQONGQOSHE wezeMfundo ePhakeme, uBlade Nzimande, usenxuse amanyuvesi ukuthi avumele abafundi abaxhaswe yiNSFAS abanemali engakakhokhwa ukuthi babhalisele unyaka wokufunda ka-2024. UNzimande wethule umbiko mayelana nesimo sokulungela kwezikhungo zemfundo ephakeme ukwamukela abafundi ePitoli ngoLwesibili….
UMYANGO UTHOLE AMAGARAJI ANGU 70 KULELI ATHENGISA UDIZILI WOMGUNYATHI
Uphenyo olwenziwe wuMnyango Wezokumbiwa phansi kanye naMandla seluthole ukuthi amagalaji angu-70 kaphethiloli ezweni lonke adayisela amakhasimende udizili ongekho ezingeni lokuthengiswa. Lodizili okuthiwa uhlanganiswa noParaffin bese uyathingiswa, ubiza inani eliphansi kakhulu. UNgqongqoshe Wezimbiwa…
LISHAYA IBUYA ELIKAMEYIWA NAMHLANJE
Icala lokubulala uSenzo Meyiwa lizoqhubeka eNkantolo eNkulu yasePitoli namhlanje ekuseni. Lokhu kulandela ukuthi ukugula komunye wabameli ngoNovemba nyakenye, nokwaholela ekutheni lolu daba luhlehle cishe izinyanga ezimbili. Abalisa abahlanu babhekene necala lokubulala owayengukaputeni…
ZIPHASE KAHLE IZIBOSHWA EBEZIBHALA EKAMATIKULETSHENI NYAKENYE
Iziboshwa ezingaphezu kuka-200 ziphumelele ngamalengiso ezivivinyweni zazo zeSitifiketi sikamatikuletsheni Sikazwelonke sango-2023. Lokhu kuvezwe nguNgqongqoshe wezeMfundo eyisiSekelo uNkk Angie Motshekga ngesikhathi ememezela imiphumela ka-matric ka-2023 ngoLwesine kusihlwa. UMotshekga uthe zingu-137 kwezingu-147 iziboshwa ezisezikhungweni…