Awawuvali umlomo amakhasimende esitolo sakwaClicks eMnambithi ngempatho abayithola kuSmangaliso Thabede osebenza kulesitolo.
Elinye lamakhasumende libhale ekhasini lalo laku Facebook licela abantu basize bazise umphathi wesitolo ngesenzo esihle sikaSmangaliso sokuphatha kahle amakhasimende, wangagcina lapho wacela ukuthi bamukhuphulele nemali yomholo.
Abathengi abachithanga sikhathi babe sebefakaza ngempatho abayithola kuThabede babe sebebeka kanje:
USamke Madondo uthe”Wangichazel Kahle ubhut ngamaPampers abo owathola ngo170 ewu2 ngeny iday u320 ewu2 ngididekile”
UNondumiso Ndlovu yena “Ave sizana Kahle lobhuti unesineke”
Nomzamo Sithole wathi” Nkosyam yey avee ephathana kahle yazi uyaxoxa njee.
Very impressive with this