KWETHULWE UHLELO LOKUSEKELA INTUTHUKO YENTSHA NGOKUBHALISA AMABHIZINISI KWISIFUDA AMAJUBA

Kwethulwe uhlelo lokweseka nokubhaliswa kwamabhizinisi Entsha. Lolu hlelo lwenziwa ngaphansi kobuholi bebamba leMeya, uKhansela Thembelihle Mthembu, ngokubambisana noMasipala waseNewcastle, ne National Youth Development Agency, ngenhloso yokusiza intsha esifundeni ukuthi ibhalise ngokusemthethweni amabhizinisi ayo. Lolu hlelo lwethulwe njengengxenye yemizamo eqhubekayo yokubhekana nenkinga ekhulayo yokungasebenzi kwentsha. Njengoba amathuba emisebenzi eseya ngokuncipha, uMasipala uthi uyakuqonda ukubaluleka kokukhuthaza ukuzisebenzela…

Read More

I-KZN IZOTSHALA AMAPHOYISA ANGU-3,400 KWEZOKUPHEPHA EMGWAQENI NGEPHASIKA

UNgqongqoshe Wezokuthutha Nokuhlaliswa Kwabantu KwaZulu-Natal, uSiboniso Duma, umemezele ukuthunyelwa kwezikhulu zomthetho ezingaphezu kuka-3,483 kanye namaphoyisa omgwaqo angu-105 kazwelonke esifundazweni sonke ngempelasonto ende yePhasika. Lo mkhankaso wethulwe eMdloti RTI Centre lapho kuhlolw3 khona izimoto zomphakathi. iziphathimandla ziphinde zahlola amabhasi namatekisi angu-17, kanye nezimoto ezine eziboshiwe ngenxa yokwephulwa komthetho ngesikhathi sokusebenza okuholwa yi-Operation Shanela kanye ne-Road Traffic…

Read More

AMAKHOSI AKWAZULU-NATAL AGIXABEZWE NGEZIMOTO EZINTSHA SHA

UMnyango wakwa KwaZulu-Natal Department of Cooperative Governance and Traditional Affairs (COGTA) oholwa u Thulasizwe Buthelezi usunikeze amakhosi esifundazweni sa KwaZulu-Natal izimoto ezintsha sha. Kubikwa ukuthi lezi zimoto zingama-4×4, futhi zizokwenza kube lula ukuthi amakhosi akwazi ukufinyelela ezindaweni ezahlukene emiphakathini yawo, ikakhulukazi ezindaweni zasemakhaya lapho imigwaqo ingahambi kahle. UButhelezi uthe lezi zimoto zizokweseka umsebenzi wamakhosi ekusebenzeni…

Read More

UTHUKELA LUKHALA NGABACEKELA INGQALASIZINDA UKUBAMBEZELA UKUPHAKELWA KWAMANZI

Umkhandlu UThukela sewuzwakalise ukukhathazeka ngokwanda kwezigameko zokucekelwa phansi kwengqalasizinda ngabantu abafuna ukufeza izinhloso zabo bese kulimala kugqoza ukuphakela amanzi emphakathini. Labantu abenza loku baqinisekisa ukuthi baphazamisa ukuphakelwa kwamanzi ezindaweni ezahlukene kulesifunda njengoba belimaza izigxobo zikagesi osiza ukufaka umfutho amanzi kanye nokubulala amaphampu eziteshini. Ngaphansikwesonto nje elilodwa sekube nezigameko ezintathu ezindaweni ezahlukene, ezimbili e-INkosiLangalibalele eThembalihle naseBhekabezayo,esesithathu…

Read More

I-EFF ITHI AKUKHO NDAWO EZOBA U-ALUBHADWA KUMHOLI WAYO KULELI

I-Economic Freedom Fighters (EFF) igxeke uNgizwe Mchunu ngemuva kokumemezela iKwaZulu-Natal “njengendawo engu-alubhadwa” kumholi weqembu, uJulius Malema. I-EFF esifundazweni ithi iKwaZulu-Natal yindawo yentando yeningi lapho abaholi bezepolitiki bekhululekile ukuvakashela nokuxhumana nemiphakathi ngaphandle kokwesaba noma ukwesatshiswa.Iqembu beliphendula amazwi ashiwo nguMchunu izolo emashini yeMarch And March, ochaze uMalema “njengegciwane” futhi wathi akamukelekile esifundazweni. UMchunu usole umholi we-EFF ngokungahloniphi…

Read More

UGWETSHWE IMINYAKA ENGU – 95 UMALUGAJU OBENUKUBEZA ABESIFAZANE EMTSHEZI

Inkantolo Yesifunda yase Estcourt Regional Court igwebe owesilisa oneminyaka engu-36, u Sabelo Khumalo, iminyaka engu-95 ejele ngenxa yokudlwengula nokugqekeza izindlu ezindaweni zase Ntabamhlophe nase Wembezi phakathi kuka-2021 no-2023.Inkantolo ithole ukuthi uKhumalo wahlasela abesifazane abahlanu abaneminyaka ephakathi kuka-15 no-36 ezimeni ezahlukene. Kulezi zigameko, wayengena ngokungemthetho ezindlini zabo, abedlwengule bese ebaphuca izinto zabo. Inkantolo izwe ukuthi lezi…

Read More

AMAKHOSI AKWAZULU-NATAL AGIXABEZWE NGEZIMOTO EZINTSHA SHA

UMnyango wakwa KwaZulu-Natal Department of Cooperative Governance and Traditional Affairs (COGTA) oholwa u Thulasizwe Buthelezi usunikeze amakhosi esifundazweni sa KwaZulu-Natal izimoto ezintsha sha.Kubikwa ukuthi lezi zimoto zingama-4×4, futhi zizokwenza kube lula ukuthi amakhosi akwazi ukufinyelela ezindaweni ezahlukene emiphakathini yawo, ikakhulukazi ezindaweni zasemakhaya lapho imigwaqo ingahambi kahle. UButhelezi uthe lezi zimoto zizokweseka umsebenzi wamakhosi ekusebenzeni nomphakathi…

Read More

I-KZN IZOTSHALA AMAPHOYISA ANGU-3,400 KWEZOKUPHEPHA EMGWAQENI

NGEPHASIKAUNgqongqoshe Wezokuthutha Nokuhlaliswa Kwabantu KwaZulu-Natal, uSiboniso Duma, umemezele ukuthunyelwa kwezikhulu zomthetho ezingaphezu kuka-3,483 kanye namaphoyisa omgwaqo angu-105 kazwelonke esifundazweni sonke ngempelasonto ende yePhasika. Lo mkhankaso wethulwe eMdloti RTI Centre lapho kuhlolw3 khona izimoto zomphakathi. iziphathimandla ziphinde zahlola amabhasi namatekisi angu-17, kanye nezimoto ezine eziboshiwe ngenxa yokwephulwa komthetho ngesikhathi sokusebenza okuholwa yi-Operation Shanela kanye ne-Road Traffic…

Read More

IMEYA YASELANGALIBALELE IZOBAMBA IQHAZA EMASHINI ELWISANA NABOKUFIKA ABANGEKHO EMTHETHWENI

Imeya yaseInkosi Langalibalele Local Municipality uMduduzi Myeza imemezele ukuthi izoba yingxenye yemashi ephikisana nabokufika abakuleli ngokungemthetho, ehlelwe ukuthi yenzeke kusasa eDurban. Le mashi eyaziwa ngokuthi March and March ihlose ukuhlanganisa abantu baseNingizimu Afrika abakhathazekile ngezindaba zokungena kwabantu bakwamanye amazwe ngokungemthetho kanye nomthelela walokhu emisebenzini nasemabhizinisini. UMyeza uveze lokhu ekhasini lakhe kuFacebook, lapho athe uzoba khona…

Read More

KWETHULWE IPHROJEKTHI YOKWAKHIWA KWEZINDLU ZANGASESE E-BAQULUSINI

UMasipala wesifunda Zululand District Municipality ngaphansi kobuholi buka uCllr Michael Khumalo ngokubambisana neMeya kamasipala Abaqulusi uCllr Sfiso Mkhwanazi Bethule ngokusemthethweni iProject yokwakha izindlu zangasese,Ozwathi ku-Ward 4 kumasipala wase Baqulusini. Ubuphume ngobuningi umphakathi wakulendawo uzozibonela Kwethulwa usonkontileka kulephrojekthi okulindeleke ukuthi idle imali engu-R29 million, isigaba sayo sokuqala esizohlomulisa umphakathi waku-ward 4, 12, 15 kanye no-17. UMeya…

Read More
Uthukela Times All Rights Reserved