Icala lokubulawa kukaKhansela we-DA kuMasipala wase-uMngeni, uNhlalayenza Ndlovu, selithathe elinye igxathu njengoba abasolwa ababili sebeveze ukuthi bahlose...
EzaKwaZulu-Natal
UMnyango Wezempilo KwaZulu-Natal usuphikise ngokuqinile umlayezo wezwi osabalele ezinkundleni zokuxhumana othi kuneziguli ezimbili ezine-Ebola esifundazweni. Lo myalezo...
UMasipala waseNkandla oholwa iMeya uKhansela uNonhlanhla Nzuza usungule uhlelo lokuthuthukisa intsha ngamabhizinisi njengoba ukwentuleka kwamathuba emsebenzi iNingizimu...
UMnyango Wezokuthutha Nokuhlaliswa kwabantu KwaZulu-Natal usuxwayise abashayeli bezimoto ukuthi bangayinaki imilayezo yomgunyathi ethi ibafunela ukuthi bakhokhe amathikithi...
UNgqongqoshe Wezasekhaya uLeon Schreiber uthi cishe bangu-30,000 abantu bangaphandle abangenawo amaphepha okuba kuleli abasuswe esfundazweni saKwaZulu-Natal iyodwa....
Empangeni – UMnyango wezokuthutha nokuhlaliswa kwabantu oholwa uNgqongqoshe uSiboniso Duma ukuqinisekisile ukuboshwa komsebenzi woMnyango wezokuthutha Empangeni ophikweni...
Abaqulusi – UMeya kaMasipala waseBaqulusi ukhansela uSifiso Mkhwanazi wahlanganyela nomphakathi waseDlomodlomo kuwadi 02,lapho umphakathi ubukhathazekile ngokususwa ngokungemthetho...
UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uThami Ntuli, uhlangane nezinhlaka zokuphepha komphakathi e-Archie Gumede Conference Centre eMayville, ephelezelwa yiBamba leKhomishana yamaPhoyisa...
Newcastle – Umasipala waseNewcastle KZN uthi ususe iqeqebana labantu bangaphandle abangenawo amaphepha okuba kuleli abazame ukumisa amakhempu...
IKomidi lesiShayamthetho saKwaZulu-Natali elibhekele ezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu lifuna ukwaziswa ngokwenzekayo kuMasipala uMsunduzi. USihlalo weKomidi uMarlaine Nair,...
