UMeya kaMasipala wesiFunda i-Amajuba, uKhansela T.E. Mthembu, uhole umcimbi wokuphendulwa kwesoyi lapho kuzoqala khona iphrojekthi ka-R7.9 million...
EzaKwaZulu-Natal
BAGWETSHWE UDILIKAJELE ABALAHLWE YICALA LOKUBULALA Abesilisa ababili, uThabiso Mokoena noZama Mhlanga,bagwetshwe udilikajele yiNkantolo yesiFunda eMadadeni ngecala lokuthumba...
uNkz. Gcinile Ngobese, 47, waseGlencoe eNdumeni, ongumnikazi weMango Co-op ugqame ngomsebenzi wakhe wokulima nokudala amathuba emisebenzi. UNgobese...
UMnyango Wezobudlelwano Namazwe Omhlaba Nokubambisana (DIRCO) uthi iNkosi yamaZulu, uMisuzulu kaZwelithini, yamenywa ngokusemthethweni kwi-46th SADC Summit eyayibanjelwe...
Kube nenjabulo eFuyeni, eWard 12 ngaphansi kukaMasipala waseMfolozi,oholwa uMeya ukhansela uXolani Bhengu ngesikhathi kwethulwa ukwakhiwa kweNhlangwini Access...
Obezongenela isikhundla sobukhansela we-Inkatha Freedom Party (IFP) kuWard 17 ngaphansi kukaMasipala wase-Umlalazi, eShowe, uKhethelo Mdluli, ushonele esibhedlela...
Abasomabhizinisi baseDannhauser bathole usizo lokuthuthukisa amabhizinisi abo ngemuva kokuba benikezwe izinsiza ngaphansi koHlelo lweMunicipal Employment Initiative. UNgqongqoshe...
UMasipala waseNewcastle uthi uyaqhubeka nemizamo yokubhekana nezinkinga zamanzi nokuthuthwa kwendle osekunesikhathi eside zibhekene nezakhamuzi. Abaphathi abamasipala namhlanje...
Izakhamuzi zaseLakeside eWard 22, eVryheid, sezizokwazi ukusebenzisa inkundla entsha yezemidlalo kanye nejimu yangaphandle.UNgqongqoshe woMnyango wezeMidlalo, ezobuCiko namaSiko...
Inyanga Yabesifazane ivalwe ngekhonsathi ethi Greater Is She ” An All Women Concert” ebibanjelwe ePlayhouse Company eThekwini....
