UTshatha Khathide Ngobe ongumsakazi emsakazweni omkhulukazi uKhozi Fm, ujabulise kwenkonyane libona unina emva kokuba evote okokuqala ngqa empilweni yakhe osukwini layizolo.
UNgobe ubhale ekhasini lakhe laku Facebook ezwakalisa injabulo yokuvota kwakhe. UMakatazidudla ubonge ukushiya kwakhe ebandleni loFakazi bakajehova nabachaze njengembangela yokuthi angavoti sonke lesikhathi.
UTshatha ubhale kanje:
Mina ngiyakubongela makatiazidudla ngokuphuma engifuna ukukwazi, Yonke leminyaka kunabantu abangalidaki izwi ezweni ngenxa yenkolo