KUSOLWA UMASPALA UTHUKELA NGOKUSEBENZISA I-ACCOUNT ENGAGUNYAZIWE UKUHOLELA ABASEBENZI BAWOIKHANSELA

likaMasipala wesifunda sasoThukela libhalele iMenenja kaMasipala uMnuz LS Jili incwadi ephuthumayo lifuna izimpendulo ngemibiko yokuthi amaholo abasebenzi bakamaspala akhokhelwe kusetshenziswa i-Account yo-UThukela Economic Development Agency (UEDA). Encwadini yangomhla zingama-25 kuNhlolanja wezi-2026(Leli phephandaba elinayo), uKhansela Thys Daniël Janse van Rensburg uzwakalisa ukukhathazeka okukhulu mayelana nokuba semthethweni kokusebenzisa i-akhawunti okungesiyona ekaMaspala ukukhokhela izindleko zikamasipala kuyilapho ama-akhawunti amakhulu…

Read More

SEKUPHELE IVIKI LONKE KUNGAFUNDWA ESIKOLENI SASEBERGVILLE NGENXA YENGXABANO YOTHISHA

Kudingeke ukuthi kume nse ukufunda esikoleni samabanga aphezulu esikoleni sasebergville emva kokuxabana kothisha noThishanhloko. Othisha baseBambazi High School endaweni yasemawosi eBergville babeke phansi amathuluzi emva kokungaboni ngasolinye nothishanhloko wesikole. labothisha bakhala ngokuthi uthishanhloko ubasayinisa amaform okuthi bathathe amalivu angakhokhelwa. Kuthiwa uthishanhloko akanendaba ukuthi ubikile futhi waletha nencwadi kadokotela kodwa yena ukunikezela iilivu engakhokhelwa. Esigamekweni sakamumva…

Read More

KUBOSHWE ABABILI EMVA KOKUTHOLAKALA KOMLISA OBELAHLEKILE ESESHONILE EMNAMBITHI

Abaseshi bophiko lweVehicle Crime Identification Section (VCIU) babophe abasolwa ababili abaneminyaka engu-28 no-35 ubudala mayelana necala lokuduna imoto nelokubulala eZakheni. Amaphoyisa abephenya ngeveni i-Isuzu etholakale ilahliwe ngoMgqibelo endaweni yasManzabilayo EZakheni. Imoto ibingenazo izinombolo nokutholakale ukuthi kubonakale amadoda amane abehamba ngayo afike ayishiya khona. Amaphoyisa athungathe umnikazi wayo obhalisiwe, nabe esethola ukuthi ngeyomlisa osekhulile okuthiwa uhambe…

Read More

UGQAME KWEYESIFUNDAZWE UMFUNDI WASEMNAMBITHI ELALA ISITHATHU EMNCINTISWANENI WOKUFUNDA

U-Aphiwe, umfundi eGabangemfundo Primary School e-Uitvaal, uthole indawo yesithathu emncintiswaneni wokufundwa kwezincwadi obubanjwe kusukela mhla ziyi-19 kuya kumhla zingama-20 kuNhlolanja 2026 eWestville, eThekwini. UMasipala Wendawo wase-Alfred Duma, oholwa yiMeya uKhansela Z.J. Sibisi, kanye noMasipala Wesifunda sasiThukela, uhalalisele u-Aphiwe Buthelezi ngokusebenza kwakhe okuhle kakhulu eMncintiswaneni Wokufunda Wesifundazwe. Loluhlelo beluhlelwe ngokubambisana phakathi koMtapo wolwazi wase-Alfred Duma kanye…

Read More

BAKHALA NGOMGWAQO OMUBI E MHLUMAYO EMNAMBITHI

Umphakathi waseMhlumayo eMnambithi uthi usukhathazekile ngokunganakwa yiziphathimandla, njengoba uthi usuwenze konke ukuzama ukuthola intuthuko efana nezinye izindawo. Izakhamuzi zikhala kakhulu ngomgwaqo othi usuguguleke kakhulu iminyaka, waze wangasabonakali nokuthi wake waba wumgwaqo. Zithi lesi simo sibeka impilo yabantu engozini, ikakhulukazi izingane zesikole eziphoqeleka ukuwusebenzisa nsuku zonke. Kuphinde kube nenkinga yebhuloho emfuleni elingabonakali kahle, okwenza izingane ziphoqeleke…

Read More

KUBOSHWE ABADABUKA EMALAWI BEBANJWA NEZINTAMBO ZIKAGESI EZINGABIZA R100 000

Abantu ababili baseMalawi baboshiwe ngemuva kokubanjwa bezama ukudiliza izintambo zethusi ezebiwe endaweni esePinetown, entshonalanga yeTheku. Abasolwa baboshwe ngamalungu e-South African Police Service (SAPS) Economic Infrastructure Task Team kanye ne-Provincial Firearm and Drug Unit. Amaphoyisa abelokhu elandela umkhondo oxhumene neqembu lokwebiwa kwezintambo okukholakala ukuthi lisebenza kulo lonke elaseThekwini nasezindaweni ezizungezile. Iziphathimandla zithi izehlakalo ezifanayo zokwebiwa kwezintambo…

Read More

UMKHANDLU UMHLATHUZE UBUNGAZE UMBIKO WEZEZIMALI ONGENAGCOBHO IMINYAKA ENGU-11 ILANDLANA

UNgqongqoshe wezokubusa ngokubambisana nezindaba zomdabu esifundazweni iKwaZulu-Natal uMfundisi Thulasizwe Buthelezi uncome kakhulu uzinzo kwezepolitiki ebuholini bomkhandlu uMhlathuze, obubungaza umbiko wezezimali ongenagcobho iminyaka engu – 11 ilandelana. Lomkhandlu ubuhanjelwe uNgqongqoshe wezokubusa ngokubambisana nezindaba zomdabu kuZwelonke uMhlonishwa uVelenkosini Hlabisa, ngesikhathi kunomcimbi wokubungaza abasebenzi, amakhansela kanye nezinhlangano zomphakathi ngeqhaza lazo ekutheni lo masipala uthole imibiko wezimali ongenagcobho.lomcimbi bubanjelwe…

Read More

KUKHUNJUZWE AMAKHANSELA OMKHANDLU WASE-NKANDLA UKUTHI ATHENJIWE EMIPHAKATHINI

UMkhandlu waseNkandla ubenomhlangano wezinsuku ezimbili eSalt Rock Hotel, lapho iMeya yomkhandlu uCllr Nonhlanhla Nzuza uvule khona lomhlangano ngokukhumbuza amakhansela ukuthi athenjiwe emiphakathini futhi kumele njengabaholi bahlale phansi babuyekeze ezinye zezinto ezithinta izidingonqangi zomphakathi. Izikhulu zeminyango kahulumeni bezikhona ziyingxenye yalo mhlangano okubalwa isikhulu esibhekelele ukusatshalaliswa kwentuthuko edidiyelwe ehhovisi likaNgqongqoshe wakaCOGTA uMnuz Siyabonga Manyanga kanjalo nesikhulu sezokuXhumana…

Read More

INJABULO KUHLATSHWA ISOYI LOKWAKHIWA KOMGWAQO EMTSHEZI

Kuhlokome ihholo lomphakathi uBhekuzulu Community Hall namhlanje ngesikhathi kwethulwa ngokusemthethweni usonkontilela ozokwakha iThulubheke Road Project ngaphansi kukaWard 6. Umhlangano obubizwe uMaspala iNkosi Langalibalele ububanjwe namuhla, kuhlangene umphakathi wakwaWard 6 ngaphansi kobuholi bukaKhansela B. Mshengu. Inkampani iTSW Construction iyona ehlonzwe njengozophatha lo msebenzi wokwakha imigwaqo. Lo msebenzi uzohlanganisa ibanga elingu-8.8km, kanti kulindeleke ukuthi uqale maduze futhi…

Read More

SIDEDELWE NGEBHEYILI KA R1000 ISIKHULU SIKAMASPALA ESISOLWA NGOKUNUKUBEZA

Isikhulu sikamaspala i-Alfred Duma Local Municipality esibe ngundabamlonyeni ekuqaleni kweviki kulandela ukuzinikela kwaso emaphoyiseni emvakwezinsolo zokunukubeza ngokocansi, siphume ngebheyili ka R1000 namuhla. uMnumzane Bongani Madondo kubikwa ukuthi wazinikela emaphoyiseni aseMnambithi ngoMsombuluko mhla ka-15 February emva kokuvulelwa icala ngowesifazane okuthiwa usebenza kuwo loMaspala ngohlelo lwenkontileka, omsola ngokuthi wambhudubeza wamnukubeza ngonyaka ka 2024. UMaspala i-Alfred Duma wakhipha…

Read More
Uthukela Times All Rights Reserved