Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

BANXUSWE UKUTHI BABEKE UMPHAKATHI PHAMBILI ABAHOLI ABASHA KWADUKUZA

Posted on 6 November 2024

I-ANC esifundeni iGeneral Gizenga Mpanza isinxuse amalungu amasha aKwaDukuza ukuthi asebenzele abantu kuqala hhayi bona.
U-Ali Ngidi noNjabulo Cele baqokwe ngokuhlukana kwabo njengeMeya nePhini leMeya ngesikhathi kuhleli umkhandlu ngoLwesibili.

Ukukhethwa kwabo kuza ngemuva kokushona kobuholi kulandela ukushona kobeyiPhini leMeya uThulani Mbazo ngonyaka odlule kanye nokumiswa kwalowo owayeyiMeya uLindi Nhanca yiqembu lakhe ngoSepthemba.

Okhulumela iqembu esifundeni uThandeka Mkhize uthi uNgidi noCele kumele bashaye phansi ngonyawo baphuthumise ukulethwa kwezidingo kubantu.

“Ezinye zezinto ezimisiwe yimibukiso ye-IDP eyayivele ihleliwe, njengoba nazi ukuthi uma kunemibukiso yasemgwaqweni yilapho umkhandlu uzokwazi ukuthi umphakathi ophansi ufuna ukuthi umasipala uhlinzeke ngani.

“Futhi okunye ukuthi sinalezi zimo zesimo sezulu esibi futhi sikholelwa ukuthi wonke lowo monakalo wengqalasizinda kanye nawo wonke lawo maphrojekthi amancane okufanele aqedwe manje azolandelwa ngokushesha.”

Recent Posts

  • USENKINGENI UMDLALI WEKAIZER CHIEFS OKWELETA U-SARS UR6.1 MILLION
  • UZOLALISA OKWENGANE NAMUHLA OPHUNYULE KWELIKATHABO BESTER NOMAGUDUMANA
  • UFUNA KUBHEKISISWE INDABA YABOKUFIKA UNDUNANKULU WAKWAZULU-NATALI
  • USEZOKWAZI UKUKHIPHA UMCULO FUTHI USIPHOKAZI EMVA KOKUVALELEKA NGAHANDLE ENDIMENI IMINYAKA
  • UVELE ENKANTOLO UNKOSIKAZI OSOLWA NGOKUBULALA UMYENI NGENXA YOMSHWALENSE

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • June 2025
  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme