INJABULO ZINIKELA NGENYUMFOMU YABAFUNDI IZELAMANI ZAKWAMKHIZE EBHEVU HIGH SCHOOL Kuqhume umkikizo esikoleni iBhevu High school eRosbom eMnambithi...
Manzini Sengwayo
UMengameli uCyril Ramaphosa usegunyaze ukwenyuselwa amaholo ngo-3.8% ongqongqoshe, amasekela ongqongqoshe namalungu ePhalamende kuhulumeni kazwelonke. Lokhu kunyuswa kweholo...
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal abophe abasolwa abayisishiyagalombili ngesikhathi somkhankaso omkhulu wokulwa nobugebengu eSifundeni saseMzinyathi. Lo mkhankaso wenziwe ekuseni ngoLwesibili,...
IQEMBU loMkhonto weSizwe KwaZulu-Natal lithi selikulungele ukuthatha izintambo kuhulumeni wesifundazwe. USotshwebhu we-MK Party uBonginkosi Mngadi umemezele ukuthi...
Kuzoqalwa ukufunda nokufundiswa esikoleni iSahlumbe High School kulandela umbhikisho oqale ngekathi kuvulwa izikole lapho umphakathi ubukhala ngokungabibikho...
Bahluleke nokuzibamba abalandeli bezingqalabutho zikaMaskandi uShwi noMtekhala ngesikhathi kuvela izindaba zokuthi basebenza ndawonye ukuze bakhiphe umculo omusha....
Umphakathi waseBhetheni eBergville,namhlanje ekuseni usuxebule kanzima owesilisa ongaziwa obesebaqedile abantu ngokubabamba inkunzi endaweni. Namhlanje bethi uzama ukwenza...
Owesilisa, 27, uvele eNkantolo yeMantshi yaseMnambithi kulandela umkhankaso oyimpumelelo owenziwe ngamalungu ethimba lasoThukela District Task Team. Umsolwa...
Kusaqhubeka ukuthungathwa komlisa onyamalale ejahwa ngonogada edolobheni eMnambithi. Amaphoyisa-SAPS eMnambithi aqinise imizamo yawo kanye noWarrant Officer we-K9...
I-ANC KwaZulu-Natal isiqale izingxoxo eziphuthumayo zokunqanda ukubhidlika kweGovernment of Provincial Unity (GPU). Lokhu kulandela ukungaboni ngaso linye...
