Ukuqulwa kwecala labasolwa abahlobene nokwebiwa kwemali zakwamanye amazwe epulazini likaMengameli Cyril Ramaphosa iPhala Phala lithathe elinye igxathu...
Manzini Sengwayo
Ugwetshwe udilikajele eNkantolo eNkulu yaseThekwini owesilisa owalahlwa yicala lokubulala isikhulu samaphoyisa omgwaqo KwaDukuza ngesikhathi kugetshengwa itekisi. UPhilakahle...
IGagasi FM likuqinisekisile ukuthi uFelix Hlophe usebuyela emoyeni. ngokwesitatimende esikhishwe yiGagasi Fm, uFelix ubuyela ohlelweni lwakhe, The...
Umphakathi waseNsetheni eGcekeni nakwaMthonjwa usuhlalele ovalweni njalo njengoba kuhlasela izimvulanje, lomphakathi uwela imifula eyingozi okuyiKhuze,Nsetheni neBhudlu nsukuzonke...
Basovalweni lokungeniswa esibhedlela sendawo i-Emmaus Hospital abantu baseBergville ngenxa yokwanda kwezigameko zokudlula kwabantu abangeniswa kulesibhedlela. Isakhamuzi esikhathazekile...
Bahluleke nokuzibamba abalandeli bezingqalabutho zikaMaskandi uShwi noMtekhala ngesikhathi kuvela izindaba zokuthi basebenza ndawonye ukuze bakhiphe umculo omusha....
Owesilisa, 27, uvele eNkantolo yeMantshi yaseMnambithi kulandela umkhankaso oyimpumelelo owenziwe ngamalungu ethimba lasoThukela District Task Team. Umsolwa...
Owesifazane waseWinterton kuward 14 ngaphansi kukaMaspala Ukhahlamba, uBuhle Mabaso, ukhala ngosizo njengoba ehlala endlini yodaka esesimweni esibucayi...
Ikhansela laseWard 34 ngaphansi kukaMaspala i-Alfred Duma, uMzuzwana Nkanyezi Magasela, seliqale ngokusemthethweni uhlelo lokunikela ngamafood parcel emindenini...
UMasipala Wesifunda i-UThukela uthathe izinyathelo eziphuthumayo zokuyisa uMasipala Wendawo i-Inkosi Langalibalele eNkantolo Ephakeme, kulandela izinsongo zokunqamula ugesi...
