UNobhala Jikelele we-ANC uFikile Mbalula uthi babalelwa ku-20 000 abantu abebehambele umhlangano wangoJanuwari 8 obuseMoruleng Stadium eNorth...
Manzini Sengwayo
Ukubulawa ngesihluku komfundi wase-University of KwaZulu-Natal oneminyaka engu-23 ubudala uSimphiwe Zinhle Mchunu odabuka eMnambithi kuthumele umlayezo oshaqisayo...
Izimvula ezinamandla ezihlasele izolo ntambama zidale izikhukhula emadolobheni aseThukela, ikakhulukazi eMnambithi naseBergville, kwaphazamiseka ukuhamba kwabantu nemisebenzi yansuku...
Umphakathi waseWembezi eMahhashini uthukuthele ugane unwabu kulandela isigameko esishaqisayo esenzeke izolo, lapho owesilisa wokufika okuthiwa uhlala kuleli...
IDemocratic Alliance (DA) isiphakamise ukuthi kuphuthunyiswe uhlelo lwamakhamera afakwa emzimbeni(Body Cams) emaphoyiseni aseNingizimu Afrika (SAPS) kulandela uchungechunge...
IDemocratic Alliance (DA) KwaZulu-Natal ithi isinqumo seNational Freedom Party (NFP) sokushiya iGovernment of Provincial Unity (GPU) akusho...
Izelamani zakwaNdimande, uSiyabonga noMalusi, abamataniswa necala lokubulala umrepha uKiernan “AKA” Forbes nomngani wakhe uTebello “Tibz” Motsoane, babuyele...
UMbali Shinga, uSihlalo we-NFP e-KZN, ubhekene necala langaphakathi lokuqondiswa kwezigwegwe, ngokwephula umyalelo weqembu. UShinga kuthiwa wenqabile ukweseka...
Namuhla kuhlangana iminyaka engu-114 kwasungulwa i-African National Congress (ANC), okuyenza ibe yinhlangano endala kunazo zonke elwela inkululeko...
KUDUTSHULWE kwabulawa abasolwa abahlanu ngesikhathi betholana phezulu namaphoyisa KwaZulu-Natal kwaBester. Laba bebefunwa ngamacala okubulala, ukuzama ukubulala nelokugebenga...
