Kulimale kanzima umuntu oyedwa engozini ebandakanya amaloli amabili ku-N3 obheke enyakatho phakathi kweColenso neWinterton ekuseni ngoLwesine, 15...
Manzini Sengwayo
Abashayeli bezimoto abama ukuze basize abantu abacela ukugitsheliswa ezindaweni zaseDundee naseNquthu bahlaselwa yizigebengu ezihlomile njengoba sekubikwe izigameko...
UGWETSHWE wahlawuliswa owesifazane waKwaZulu-Natal ngokuzenza izikhulu zoMnyango wezokuThutha nokuqola amalungu omphakathi. UNozipho Mathenjwa ugwetshwe izinyanga eziyisithupha ejele...
Ubuholi bukaMasipala wesifunda Amajuba, oholwa uMeya uCllr T.E Mthembu,buvakashele izikole iBethamoya Secondary nasOkhalweni primary School,njengengxenye yemizamo eqhubekayo...
Umphakathi waseSahlumbe uvale isikole iSahlumbe High School namuhla, uthi ufuna ukuthi kuqashwe uthisha omkhulu ngokugcwele. Bathi sekuphele...
Isikole samabanga aphezulu iSlindokuhle eMnambithi sizuze ingqophamlando ngemuva kokuqopha izinga lokuphasa ngo-100% ezivivinyweni zeNational Senior Certificate zango-2025....
Uvelile namuhlaeNkantolo yase-Estcourt umlisa ongowokufika kuleli obhekene necala lokubulala umuntu abekade ethandana naye endaweni yaseWembezi.Icala lihlehliselwe umhla...
UMPHAKATHI waseSigodlweni e-Estcourt, KwaZulu-Natal Midlands, uyalele bonke abokufika kuleli ukuba baphume ngokushesha kule ndawo kulandela umhlangano obushubile...
Abashayeli nabanikazi bamatekisi kanjalo nomphakathi waseMhlumayo bavale umgwaqo ongenela kulendawo eMaphemvane. Imboni nomphakathi bathi bafuna uNgqongqoshe wezokuthutha...
Amaphoyisa aseZakheni aqinisekisile ukuthi ugcine etholakele waboshwa umama womntwana obetholakale elahliwe emhosheni endaweni yaseZakheni kwa-B. Lomtwana, okubikwa...
