Baphume ngobuningi babo abangani, izihlobo kanye nabomndeni ukuyophelezela uBheka BeeKay Mchunu nobekwe endlininyakhe yokugcine eNgwelezane KwaZulu Natal.
UMchunu udlule emhlabeni ngo Lwesibili emva kokugula isikhathi eside.
Izikhulumi bezisukuma zivumelana ngezwi linye ngobunjalo buka BK nalapho bemveze njengomuntu obenenhliziyo emnene enothando kakhulu futhi elusizo ngezindlela ezahlukene ezimpilweni zabantu.
Lalakahle Macingwane .