UMengameli wezwe lase ningizimu Afrikha u num. Cyril Ramaphosa ubonane neSilo u Misuzulu kaZwelithini esgodlweni kwaNkomonye KwaCeza oNdini. Ngaphaphi kokuqa komgubho wesilo u Dinuzulu.
Namuhla kuzokhunjulwa isilo uDinuzulu. Lomkhosi kwakumele ube ngesonto eliphelile kodwa awuzange usenzeka ngenxa yokuthi isilo uMisuzulu kaZwelithini sasola ihhovisi lika ndunankulu wesifundazwe sakwaZulu Natal u Nkkz Nomsa Duba Ncube ngokungamazisi ngesikhathi.
Isilo saphinde sathi ngeke sibeyinxeye yolo mgubho futhi akakho ozosimela osuku eNdlunkulu.
Namuhla kungujwa iminyaka eyikhulu neshumi isilo u Dinuzulu sakhothama.
lomgubho uhanjwele yibona bonke ongqongqoshe wesifundazwe sakwaZulu Natal.