Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

UBANJWE OQOTSHENI ONTSHONTSHA AMAFONI KWAJACKSON LIFESYLE

Posted on 18 November 2023

Izithole isobishini insizwa ebanjwe oqotsheni intshontsha amafoni abantu endaweni yokuzijuxuza eyaziwa ngokuthi yikwaJackson Lifestyle esedolobheni eMnambithi.

Lensizwa ebukeka isencane, kusabalale isithombe sayo ezinkundleni zokuxhumana namuhla ekuseni iibanjiswe ibhodi elibhalwe ukuthi,”Mina ngiyantshontsha bangibambile.”

Kusuke igidi gidi egruphini ebizwa ngokuthi yiKwajackson Lifesytle kufacebook ngesikhathi iningi lamalungu alegruphu nalo likhala ngokuthi lensizwa iwujwayele lomkhuba,”Kunini aqala ngawacela ngodli mina awami amafoni esewakhiphile eskhwameni kanti ngiyamuzwa and ngangimbona vele kuthi khona into akaphezu kwayo 🤣🤣🤣🤣lesgebengu esibolile.” kuchaza elinye ilungu lalegruphu.

Kanti omunye wamalungu egruphu uveze ukuthi lomlisa akayenzi kwaJackson kuphela lento, kodwa nakwezinye izindawo zobumnandi usexakile,

“Oh no lona akakhathali shem watshontsha neyami eMount view early this year kwi event ka Phori thankx to Cctv team yase Mount view ngaythola ifoni isi ready for ukudayiswa ikhishwe kwa Screensaver including I pouch ai bandla inkulu inkinga Kalo I wonder what went wrong kuyena cos he have a stable job ubusela nje into esegazini lakhe iphaaaaara” Kuchaza leli lungu.

Akukaqondakali noma likhona yin icala elivulelwe lomlisa kuze kube manje.

Recent Posts

  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme