Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

LIZOWUDLELA ENDLINI ENTSHA SHA UKHISIMUZI IKHEHLA LASEGUDLINTABA

Posted on 7 December 2023

Kungenzeka iwudlele endlini yayo entsha sha ukhisimuzi insizwa esikhulile yesendaweni yaseGudlintaba eMnambithi.

Ngonyaka owedlula uNobhala we-African National Congress(ANC) kwiSifunda iJosiah Gumede uMnumzane Bonga Hlomuka, wahambele indawo yaseGudlintaba ngaseMbuzweni lapho kwakunomhlangano weqembu le-ANC. Izakhamuzi zakulendawo zakhala kakhulu ngomkhulu uMboza Zwane ohlala endlini engekho esimeni esihle. Lezi zakhamizi zatshela uHlomuka ukuthi umkhulu usehlale kulendlu iminyaka kanti usengumuntu osekhulile njengoba eneminyaka engu 82 ubudala. Lezi zakhamizi zacela ukuthi okungenani umkhulu asizakale ngendawo engconywana yokufihla ikhanda.

Iqembu le ANC kulesi sifunda sesikuqinisekisile ukuthi uZwane uzokwakhelwa indlu entsha sha kulokhisimuzi azoyakhelwa yilona leliqembu kulesi sifunda saseJosiah Gumede.

Usihlalo we ANC eMbuzweni uMnuz Ntokozo Ndaba uthi bake bazama phambilini njenge branch ukumakhela umkhulu kodwa ngokuthi amandla awamaningi abakwazanga ukuqedela kahle. Ubonge ubuholi besifunda ngokungenelela ukuze umkhulu athole indlu yakhe.

Kanti uNobhala weJosaih Gumede Region uHlomuka uthi ufisa ukuthi indlu emtsha kamkhulu abayakhayo ingaphela ngaphambi kokuba kufike ukhisimusi. uNgidi uveze ukuba ufuna ukuthi yena nomndeni wakhe ukhisimusi bawudlele emzini wakhe uMkhulu uZwane.

Recent Posts

  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme