Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

LIHLEHLISELWE U-AUGUST ICALA LABABULALA UMDLALI WEKAIZER CHIEFS

Posted on 28 June 2024

Icala elibhekene nabalisa abayisithupha abasolwa ngokuduna nokubulala umdlali wasemuva weKaizer Chiefs uLuke Fleurs lihlehliselwe umhlaka-16 Agasti ngenxa yophenyo olungaphelele.

Abasolwa ngokubulala bavele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseRoodepoort, eGauteng eWest Rand.

UFleurs wadutshulwa wabulawa esigamekweni sokudunwa kwemoto eRoodepoort ngasekuqaleni kuka-Ephreli.

Abasolwa babhekene namacala okubulala, ukugebenga kanye nokwephula umthetho.

UFleurs ubesendaweni yokugcwalisa izimoto nabangani bakhe abathathu ngesikhathi eqhathwa abesilisa ababili abebehlome ngezibhamu. Badubule ngemoto yohlobo lweBMW, ngesikhathi abangani bakhe bengaphakathi esitolo egaraji. T

usola ukuthi uthole ukumelwa yi-Legal Aid Board.

Nokho banqatshelwe ibheyili.

I-NPA ithe ukunqatshelwa kwebheyili kukhombisa ukuzibophezela kwabo ekutheni abasolwa abenze amacala odlame baphendule.

Recent Posts

  • ABEZIMOBA BAFUNA UHULUMENI AKHIPHE INTELA KUSHUKELA
  • “LOYA BEKUWUMHLANGANO WONTAMO-LUKHUNI WOKUBUKELA PHANSI ABANTU ABAMNYAMA” – MALEMA
  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme