Kuhlokome ihholo lomphakathi uBhekuzulu Community Hall namhlanje ngesikhathi kwethulwa ngokusemthethweni usonkontilela ozokwakha iThulubheke Road Project ngaphansi kukaWard...
EzasoThukela
Isikhulu sikamaspala i-Alfred Duma Local Municipality esibe ngundabamlonyeni ekuqaleni kweviki kulandela ukuzinikela kwaso emaphoyiseni emvakwezinsolo zokunukubeza ngokocansi,...
Bekuyinjabulo enkulu kubafundi baseNtonjeni High School ngaphansi kukaMasipala wase-Alfred Duma ngesikhathi bevakashelwa uSihlalo wenhlangano engenzi nzuzo iNew...
Kube nokuphazamiseka kokufunda eMbulwane Primary School ekuseni namhlanje ngemuva kokuthi abantwana abebelibangise kulesi sikole bebansdakanyeke engozini yemoto....
UMasipala Wesifunda sase-UThukela uqinisekise ukuthi i-akhawunti yawo yasebhange ivaliwe ngemuva kwezinyathelo zomthetho ezithathwe yi-RASP Consultants CC. Ngokwesitatimende...
Kudingeke ukuthi ziphuthunyiswe esibhedlela izingane ezingu-12 zaseMnambithi Primary School eSteadville ezigule zaphathwa yizisu emva kokudla amaSnacks okusolakala...
IMeya yaseLangalibalele, uMduduzi Myeza, iqhube umkhankaso wanamuhla we Back to School ngokuvakashela iKhulangolwazi High School eseWard 12...
Zethenjiswe ukuthi u-Eskom uzoza ezohlola isimo ngoLwesine izakhamuzi zasePhayikeni/Emoba. Lomphakathi uvuke namuhla ngovivi wanikela emahhovisi alenkampani eMnambithi...
Inkosi yakwaKhumalo uNhloso Khumalo waseMnambithi ibe yingxenye yamakhosi angama-47 athweswe iziqu e-Inkosi Albert Luthuli International Convention Centre...
I-ANC yaseJosiah GumedeRigion OThukela iveze intukuthelo enkulu ngokuhluleka kobuholi bukaMaspala Uthukela ukuvimbela ukuvalwa kwama-akhawunti kaMasipala. Esitatimendeni esikhishwe...
