Isikole i-Ujikelele High School esiseMabhalonini, eWard 23 eMtshezi, sidunyiswe kakhulu ngokuziphatha kahle kwabafundi baso, ukubonakala okuhle kanye...
EzasoThukela
UDuduzani Zuma uvakashele edolobheni laseMtshezi namuhla ekuseni, lapho ejoyine khona amalungu eqembu leMK Party emkhankasweni wanyanga zonke...
Uphele emehlweni owesilisa odabuka ezweni lasePakistan owayekhululwe ngebheyili ecaleni lokunukubeza ngokocansi owesifazane ayesebenza naye kwesinye sezitolo eMnambithi....
Abeneme neze abantu baseBergville ngokunyuka kwemali yokugibela itekisi elisuka edolobheni liye eMgungundlovu,lokhu kuza emva kwesimemezelo sokuthi lemali...
Abantu nasemtshezi baxwayiswa ukuba baqaphe kakhulu kulandela uphenyo oluqhutshwa amaphoyisa mayelana nabantu abasolwa ngokuzenza amaphoyisa ukuze baphange...
UMasipala wase-Inkosi Langalibalele uphika izinsolo zokuthi uchithe imali engu-R800 million ezinhlelweni ezingabalulekile, uchaza lezi zinsolo njengezidukisayo futhi...
Ucela usizo umfundi owathenjiswa ngumkhandlu uThukela ihistorical debt bursary eyayizomukhokhela isikweletu sakhe esikhungweni semfundo ephakeme kodwa okungazange...
UMasipala Wesifunda saseThukela wamukele ukunikezelwa kwamathangi amanzi ayi-10, ngalinye linomthamo wamalitha ayi-5 000, anikelwe nguMnyango Wezokubusa Ngokubambisana...
Izolo phambi kweKomidi elengamele izindaba zomaspala Nobuholi Bomdabu lapho abaphathi boMkhandlu wesifunda sasoThukela okuhlanganisa nomhlonishwa Inkosi N.B....
CUPAmakomiti ePhalamende avakashele KwaZulu-Natal kusukela mhla zingama-27 kuya zingama-30 kuMasingana 2026, ukuzohlola ukusebenza komasipala ababhekene nezinkinga zokuphatha...
