Ubuholi boMkhandlu Inkosi Langalibalele Local Municipality kuholwa yiMeya uMduduzi Myeza bethule ngokusemthethweni iveni elisha kanye nama-skip bin...
EzasoThukela
Inyunyana yabasebenzi bakamasipala iSouth African Municipal Workers’ Union (SAMWU) isimemezele ukuthi izoya emigwaqeni ngoMsombuluko mhla ziyi-9 kuNdasa...
UMASIPALA wesifunda sasoThukela uvakashela iTholithemba High School eZwelisha, eBergville. Ithimba beliholwa nguSomlomo woMkhandlu, uCllr Nqubuka, ehlangene nethimba...
Sewuzokuzwa ngendaba ukweswela iNetwork umphakathi waseWeenen ngaphansi kukaWard 22 njengoba sekufakwa i-ariel yenethiwekhi ezothuthukisa ukuxhumana kule ndawo....
Inyunyana yabasebenzi bakamasipala iSouth African Municipal Workers’ Union (SAMWU) isibhalele iMeya ePhethe kanye noSomlomo kaMasipala wesiFunda sasoThukela...
Amaphoyisa eseKuvukeni abeqhuba umkhankaso weHigh Density Operations endaweni yakwaSomsuku abophe umsolwa oneminyaka engu-28. La maphoyisa agasela lapho...
Akusahambi kahle eSt Chads eMnambithi njengoba izakhamizi ziqhubeka nokukhala ngenkinga yamanzi ezithi isingabekezeleleki. Izakhamizi zithi umgwaqo uHelpmekaar...
UNgqongqoshe Wezokubusa Ngokubambisana Nezindaba Zendabuko, uVelenkosini Hlabisa, ucele ukungenelela okuphuthumayo kuzwelonke nasesifundazweni kuMasipala Wesifunda saseThukela phakathi kwezinselelo...
Namuhla ekuseni, itekisi nemoto encane kubandakanyeke engozini ezimpambanweni zomgwaqo uProtea Road noPieters Road eMnambithi. Abosizo oluphuthumayo baphuthume...
IMeya yaseLangalibalele, uMhlonishwa Mduduzi Myeza, isidlulise isixolise emphakathini kulandela ukubhuntsha kokuboniswa komdlalo obuphakathi kwe-Orlando Pirates neKaizer Chiefs...
