Abasolwa abathathu abaneminyaka ephakathi kuka-30 no-39 kulindeleke ukuthi bavele enkantolo namuhla ngamacala ahlobene nezidakamizwa, kulandela ukuboshwa kwabo...
EzasoThukela
Amakhosi ase-Alfred Duma Local Municipality acele ukuba kuqiniswe kakhulu ezokuphepha kuma-ballot box njengoba kusondela ukhetho lohulumeni basekhaya....
Namhlanje umkhandlu wasekhaya i-Alfred Duma, ngaphansi kobuholi bukaMeya uMhlonishwa uCllr ZJ Sibisi, uhlangana nobuholi bendabuko (Amakhosi) ngaphansi...
Iqembu leNkatha Freedom Party lithi lemukele izindimbane zabantu abasha abavela kwamanye amaqembu ezepolitiki eMtshezi, ngesikhathi somhlangano omkhulu...
UMnyango wezinhlekelele ngaphansi kukaMasipala i-Alfred Duma uvakashele indawo yaseTholeni ukuyohlola umonakalo odalwe yisiphepho esishaye kule ndawo. Ngokusho...
Umkhakha womculo ukhalas ngokudlula emhlabeni kuka-Albert Mazibuko, obeyilungu leqembu lodumo iLadysmith Black Mambazo. UMazibuko udlule emhlabeni ngeSonto...
Owesifazane oneminyaka engu-26 waseBergville ugcine ebutholile ubulungiswa ngemva kokudlwengulwa ngo-2019 ngumuntu ayemethemba emphakathini. Lesi sigameko senzeka ngesikhathi...
Owesifazane oneminyaka engu-41 uboshiwe eMeyerton eGauteng ngemuva kokusolwa ngokweba izinto ezahlukene ezitolo zasemnambithi. Kuthiwa utholakale ehamba nge-double...
Umlisa okuthiwa ubesatshwa kakhulu emphakathini waseZakheni namaphethelo, ugwetshwe yiNkantolo yase-Ezakheni odilikajele ababili ngamacala amabili okudlwengula. Lesi sigameko...
UMeya wase Alfred Duma Local Municipality, uMhlonishwa Zama Sibisi, ufisele izakhamuzi iphasika elihle neliphephile. Ugcizelele ukubaluleka kokuphepha...
