IMeya yoMasipala Alfred Duma Local Municipality uMnu. Zama Sibisi ubambe isithangami sabezindaba namhlanje eveza ukujabula ngemiklomelo etholwe...
EzasoThukela
Kuvele izinsolo zenkohlakalo emaphoyiseni kamaspala wasoKhahlamba eBergville kulandela ukuthengwa kwezibhamu nezinhlamvu okuthiwa azisekho lapho kufanele zigcinwe khona....
Asisoze savaleka isikhala nobuhlungu obasala kwizakhamizi kanye nabasebenzi abathola ithuba lokuhlomula efemini iMasonite emtshezi. Lefemu ingenye yamafemu...
Ithimba labasebenzi base-Inkosi Langalibalele Local Municipality lihole umkhankaso wokukhuculula idolobha eWeenen ngaphansi kohlelo lokugcina indawo ihlanzekile. Kulo...
Ubunomunyu nosizi umngcwabo kasomabhizinisi waseMnambithi uMndeni Mwelase (Nxumalo), njengoba umndeni, abangani kanye nomphakathi bebemvalelisa okokugcina. Inkonzo yomngcwabo...
Ithimba likahulumeni eliphezulu livakashele uMasipala wasoThukela okhungethwe yizinxushunxushu ngoMsombuluko njengoba lo masipala ubhekene nenkinga yezimali nokuhlinzekwa kwezidingongqangi....
BAPHUME ngobuningi babo oThisha nabaphathi bezinkulisa ngaphansi kwesifunda uThukela bamashela emahhovisi omnyango wezemfundo kulesifunda ukuyodlulisa uhlu lwezikhalazo...
INkantolo Ephakeme yaseMgungundlovu iyalele ukuthi kuvulwe wonke ama-akhawunti asebhange kaMasipala Wesifunda saseThukela nokuthi yonke imali ekhishiwe ibuyiselwe...
Kudutshulwe kwabulawa usomabhizinisi waseMnambithi uMndeni Nxumalo wasendaweni yase-Uitvaal kanye nomngani wakhe uLindokuhle Mkhwanazi ngoMgqibelo ebusuku. Kubikwa ukuthi...
iPhini likaNgqongqoshe Wezokuthutha uMhlonishwa M. Hlengwa emkhankasweni weBack-to-School Career Expo kanye nohlelo lweShova Kalula uvakashele e-Alfred Duma....
