UMeya waseLangalibalele uMhlonishwa Mduduzi Myeza uphothule ngokusemthethweni umkhankaso we-Mayoral Back to School Campaign izolo, mhla zingama-27 kuNhlolanja...
EzasoThukela
UMnyango kaMgcinimafa KwaZulu-Natal usubhalele uMasipala wesiFunda uThukela ngokusemthethweni, uzwakalisa ukukhathazeka okukhulu mayelana nezinsolo zokusetshenziswa kwe-akhawunti yebhange lasoThukela...
Kube usizi oluhambisana nenjabulo kubafundi nakothisha baseNtonjeni High School eDriefontein, eMnambithi, ngesikhathi bevalelisa kuMiss Ntumba, obeseneminyaka eyi-15...
UKhomishana Wamaphoyisa Wesifunda sasoThukela uMajor General T.E. Gonya wenze umcimbi wokuklomelisa nokuhlonipha amaphoyisa angu-15 ezikhushulelwe ezikhundleni ezahlukene....
Basikaze ukungenela isiteleka abasebenzi bakwaMaspala Uthukela emva kokuthi izimali zemiholo yabo yenyanga kaFebruary ingenile kwabanye kanti kwabanye...
likaMasipala wesifunda sasoThukela libhalele iMenenja kaMasipala uMnuz LS Jili incwadi ephuthumayo lifuna izimpendulo ngemibiko yokuthi amaholo abasebenzi...
Kudingeke ukuthi kume nse ukufunda esikoleni samabanga aphezulu esikoleni sasebergville emva kokuxabana kothisha noThishanhloko. Othisha baseBambazi High...
Abaseshi bophiko lweVehicle Crime Identification Section (VCIU) babophe abasolwa ababili abaneminyaka engu-28 no-35 ubudala mayelana necala lokuduna...
U-Aphiwe, umfundi eGabangemfundo Primary School e-Uitvaal, uthole indawo yesithathu emncintiswaneni wokufundwa kwezincwadi obubanjwe kusukela mhla ziyi-19 kuya...
Umphakathi waseMhlumayo eMnambithi uthi usukhathazekile ngokunganakwa yiziphathimandla, njengoba uthi usuwenze konke ukuzama ukuthola intuthuko efana nezinye izindawo....
