Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

BAZOHLALA UNYAKA WONKE ABAFUNDI BASE DURNACOL OTHUKELA

Posted on 3 October 2023

Namuhla umkhandlu UThukela wamukele abafundi abangu 142 abavela Esikhungweni semfundo ephakeme esiqeqesha ngokwamakhono i Durnacol Skills Hub.

Laba bafundi bazoqedela izifundo zabo kwimikhakha ehlukehlukene ngokusebenzela ngaphakathi kumaspala Uthukela.

Abafundi bazohlala isikhathi esingangonyaka nezinyanga eziyisithupha besebenza ngaphansi kulomaspala. Laba bafundi bazohlukaniswa ngokomasipala njengoba UThukela lunomasipala abathathu ngapnsi kwawo okubalwa kubo i-Alfred Duma Local Municipality, UKhahlamba Local Municipality kanye ne Inkosi Langalibale Local Municipality.

iMeya yomkhandlu uThukela iNkosi Ntandoyenkosi Shabalala uthi bayabonga kakhulu ku sikhungo semfundo I Durnacol Skills Hub ngokubalethela labafundi futhi uyazi ukuthi labafundi bazosebenza ngokukhulu ukuzimisela nokuzikhandla. IMeya ithi labafundi abazi ukuthi bamukelekile oThukela futhi unethemba lokuthi bazosebenzisana kahle nalabafundi.

UMnumzane Daniels ubonge wanconcoza kumaspala Uthukela ngethuba abalinika abafundi besikhungo sakhe. wabe esegcizelela ukuthi lokhu kuzohamba ibanga elide kulomasipala ngoba bona njengesikhungo bayakholelwa ekutheni imfundo iyona eyoshintsha isimo sabantu abakhele lo maspala.

Recent Posts

  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme