Abelisa abathathu bagwetshwe INkantolo yesiFunda eMadadeni odilikajele.uMkhumbuleni Goodman Mbatha oneminyaka engu-54 noLinda Mbatha oneminyaka engu-25 bagwetshwe kulandela...
intatheli Yothukela
Afihlwe ngesizotha amalunga emindeni emithathu eyamka nomfula umfenebunde kwaward-13 kuMasipala waseMsinga,ngenkathi bezama ukuwela ibhuloho emavikini adlule. uMeya...
Umkhandlu wobukhosi bakwaAbaThembu Royal Council uthi uzobhalela inxusa laseNigeria eSouth Africa mayelana nezinsolo zokugcotshwa kwenkosi yaseNigeria eEastern...
Bekushube isimo ngesikhathi kunomhlangano womphakathi wasendaweni yaseMagcekeni ephayikeni eMnambithi izolo. Lomhlangano obubnjelwe enkundleni yezemidlalo kulendawo ububizwe ngumlisa...
Njalo ngesikhathi salonyaka kuba negidigidi kubathandi bomsakazo njengoba kuyisikhathi lapho imisakazo eminingi isuke yenza ushintsho. Abantu abathanda...
Umphakathi waseZakheni eMnambithi usukhale kakhulu ngezigubhu zikagesi ezintsha ezisanda kufakwa u-Eskom, uthi zidla ugesi kakhulu kunalezo ezindala....
Uhulumeni wesifundazwe saKwaZulu-Natal usunxuse ukuthi kube nezingxoxo ezizolile nezakhayo kulandela ukuhlakazwa kweBhodi leNgonyama Trust. UNgqongqoshe wezokuBuyekezwa koMhlaba...
UMasipala waseDannhauser ngokubambisana noMasipala Wesifunda i-Amajuba District ubambe umhlangano wokulandelela,kamasipala waseDannhauser nabamele umphakathi mayelana nenkinga yokuntuleka kwamanzi...
I-African National Congress (ANC) ithi imashi ehlelelwe usuku Lwamalungelo Abantu ayikona ukuhlasela uhulumeni kodwa iyisikhumbuzo sokuthi iNingizimu...
IKomidi lePhalamende lezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu selinyusele kuMgcinimafa kuzwelonke udaba lwethenda ka-R137 million ethinta ukulungiswa kwemishini yokuphehla...
