UNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu uMnuz Velenkosini Hlabisa usexwayise ngokuthi omasipala abasebenzisa budedengu izibonelelo zengqalasizinda basengozini yokulahlekelwa...
intatheli Yothukela
Usomabhizinisi waseMnambithi uBahle Zondo, ongumsunguli wenkampani yomshwalense iAmahle Benefits Scheme, unikele ngo-R19 million ukuze kufukulwe osomabhizinisi abasafufusa...
IMeya yoMasipala Alfred Duma Local Municipality uMnu. Zama Sibisi ubambe isithangami sabezindaba namhlanje eveza ukujabula ngemiklomelo etholwe...
Amaphoyisa KwaZulu-Natal abophe indoda eneminyaka engu-55 ubudala eBhekuzulu, eVryheid, itholwe nezibhamu ezimbili ezingekho emthethweni kanye nezinhlamvu. Lokhu...
Kuvele izinsolo zenkohlakalo emaphoyiseni kamaspala wasoKhahlamba eBergville kulandela ukuthengwa kwezibhamu nezinhlamvu okuthiwa azisekho lapho kufanele zigcinwe khona....
Asisoze savaleka isikhala nobuhlungu obasala kwizakhamizi kanye nabasebenzi abathola ithuba lokuhlomula efemini iMasonite emtshezi. Lefemu ingenye yamafemu...
Enkonzweni yomngcwabo kaMosiuoa Lekota eqhubekayo njengamanje, ukhunjulwa njengomunye wabaholi abazinikele empini yokulwela inkululeko nentando yeningi eNingizimu Afrika....
Ithimba labasebenzi base-Inkosi Langalibalele Local Municipality lihole umkhankaso wokukhuculula idolobha eWeenen ngaphansi kohlelo lokugcina indawo ihlanzekile. Kulo...
Ubunomunyu nosizi umngcwabo kasomabhizinisi waseMnambithi uMndeni Mwelase (Nxumalo), njengoba umndeni, abangani kanye nomphakathi bebemvalelisa okokugcina. Inkonzo yomngcwabo...
Ithimba likahulumeni eliphezulu livakashele uMasipala wasoThukela okhungethwe yizinxushunxushu ngoMsombuluko njengoba lo masipala ubhekene nenkinga yezimali nokuhlinzekwa kwezidingongqangi....
