Umlisa okuthiwa ubesatshwa kakhulu emphakathini waseZakheni namaphethelo, ugwetshwe yiNkantolo yase-Ezakheni odilikajele ababili ngamacala amabili okudlwengula. Lesi sigameko...
intatheli Yothukela
UMeya wase Alfred Duma Local Municipality, uMhlonishwa Zama Sibisi, ufisele izakhamuzi iphasika elihle neliphephile. Ugcizelele ukubaluleka kokuphepha...
UMeya kamasipala waseMngeni ukhansela uChris Pappas uvakashele isikhungo Institute for Cooperatives and Community Economic Development esiseMerrivale ukuhlola...
namanje awukakholwa umphakathi wasendaweni yaseMoba eMnambithi ngesenzo sowesilisa okuthiwa ubulale indodana yakhe eneminyaka emibili maqede wayishutha izithombe...
UMnyango Wezokuhlunyeleliswa Kwezimilo wethule uhlelo olusha lokulandela omakhalekhukhwini abangekho emthethweni emajele akuleli. UNgqongqoshe uPieter Groenewald uthe lolu...
Kubulawe owesilisa osolwa ngokuba yinkani ngesikhathi kunokudubulanan namaphoyisa ePinetown. Lo wesilisa oneminyaka engu-41 ubefunwa ngamacala angaphezu kweshumi...
USomlomo kamasipala wakwaNongoma ukhansela SL Mbongwa ubambe umhlangano namakhosi,omayelana nokukhulisa amaxhama ezokuxhumana nokubambisana namakhosi kuleyandawo. Ngaphansi komasipala...
Umasipala waseKing Cetshwayo ngokubambisana nowaseMhlathuze bahalalisele Milford FC yaseRichards Bay eyodlala ama-semi finals Nedbank Cup neTS Gallaxy...
Umhlangano kaMasipala waseNkosi Langalibalele ubanjelwe eWembezi Council Chambers, ubuthanyelwe yiwo wonke amakhansela. Inhloso yomhlangano bekungukudingida ukusebenza kukaMasipala...
Amaphyisa akuleli abambe cishe izigebengu ezingu-17 000 ngesikhathi somkhankaso i-Operation Shanela kusukela mhla zingama-23 kuya zingama-29 kuNdasa...
