Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

KUZOKWEHLISWA IZINGA LE-NICOTINE EGWAYINI

Posted on 21 January 2025

ISouth African Medical Research Council yamukele uhlelo lwe-US Food and Drug Administration (FDA) lokunciphisa amazinga e-nicotine kugwayi abe mancane kakhulu futhi ingakwazi ukuba yihuha.

Uma kwenziwa, lesi sinyathelo sizokwenza i-US ibe yizwe lokuqala ukuthatha isinyathelo esinjalo esinesibindi sokunciphisa izifo ezihambisana nokubhema nokufa. Umthetho ohlongozwayo uhlose ukunciphisa amazinga e-nicotine kugwayi neminye imikhiqizo kagwayi.

UDkt. Catherine Egbe, oyiSenior Specialist Scientist eSouth African Medical Research Council, uthe lolu hlelo lunganciphisa kakhulu ukuba yimilutha kagwayi kwabantu.

“Uma amazinga enicotine ephansi kakhulu, kuba nzima kakhulu ukulutheka,” kuchaza uDkt. Egbe. “Lokhu kuzokwehlisa izinga lokubhema, ikakhulukazi entsheni, njengoba u-80-90% wababhemayo uqala besebancane. Ukuvinjelwa kwemikhiqizo ye-nicotine ene-flavour nakho kubalulekile, njengoba ucwaningo luveza ukuthi abantu abasha bathanda le mikhiqizo ngenxa yokunambitheka kwayo.”

Ochwepheshe bakholelwa ukuthi isiphakamiso se-FDA singashintsha umdlalo ekulweni nezinkinga zezempilo ezihlobene nokubhema.

Recent Posts

  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme